lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu sjava – ikusasa

Loading...

[intro]
ling’phatheleni iksasa lami?
zonke inhlelo zami
lento yophelelaphi?
impendulo ngizotholaphi?
ngoba kusa kus’ezweni
ikusasa alaziwa

[chorus]
ikusasa aliziwa
ngoba kusa kus’ezweni
ikusasa aliziwa, oh yeah
ngoba kusa kus’ezweni

[post~chorus]
ngishay’wa uvalo oncane mang’cabanga ling’phatheleni iksasa lami
izinto zami mile ngididekile
moshakele zonke inhlelo zami
ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
imbuzo yami iphelela emoyeni
impendilo ngizotholaphi?

[refrain]
kanti yini impilo? (yini? oh)
mayinje (mayinje)
kanti yini impilo? (oh)
[verse 1]
ngabe lempi ngizoy’nqoba na?
noma iyong’hlula na?
ilanga liyashona nothukela liyangenisa na
ngabе ngiyoluwela na
amaphupho enginawo ngimiselе ukuwasebenzela
ngabe ayofezeka?
futhi ngimisele nokuwafela ma

[chorus]
ikusasa aliziwa
ngoba kusa kus’ezweni
ikusasa aliziwa, oh yeah
ngoba kusa kus’ezweni

[post~chorus]
ngishay’wa uvalo oncane mang’cabanga ling’phatheleni iksasa lami
izinto zami mile ngididekile
moshakele zonke inhlelo zami
ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
imbuzo yami iphelela emoyeni
impendilo ngizotholaphi?

[refrain]
kanti yini impilo? (yini? oh)
mayinje (mayinje)
kanti yini impilo? (oh)
[verse 2]
yazi inzima impilo yok’hlalela ovalweni
abakhoni abanye induduzo bayithola ebhodleleni
kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni
inkinga ikhona yonke indawo ukuthi ayifani

[chorus]
ikusasa aliziwa
ngoba kusa kus’ezweni
ikusasa aliziwa, oh yeah
ngoba kusa kus’ezweni

[post~chorus]
ngishay’wa uvalo oncane mang’cabanga ling’phatheleni iksasa lami
izinto zami mile ngididekile
moshakele zonke inhlelo zami
ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
imbuzo yami iphelela emoyeni
impendilo ngizotholaphi?


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...