lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu zakwe – bathi ng’yachoma

Loading...

[verse 1]
ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy’maku
le, insizwa yangampela, egadla ivike nge hawu
ngikuringele i~hour, nge peak time, ngibhidlize iminyango
awungidonsele i~wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangikhipha
cause la, kuzokhoka i~caller, but forget ama~drink (coca~cola)
ingoma yami angisayi rap, ngiyinika u~linda sibiya
ayidingi ama~hoover, uzoyizwa kwi~motivational speaker
bathi i~dollar lilahlekile ngibathungela ama~pants
i~verse lami lakha i~packet (lucky packet) ngathi ngithenge i~sherbet
ngi~patient, ngithatha i~shine ngishiye ixhwele nesi khwele
noma ngiku confuse njengokubona i~boxing ring eyiskwele
mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand
bangamumela kanjani u~zakwe imilenze beyishiye e~tech
ngibaphezulela iy’ngxazu, babheke basele nge~shirt
bancenga amablukwe bonke laba abama baggy pants

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 2]
bangizwa nge~bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base
ngi~control i~bass, kwi beat, ngi~ghev nge chase
bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i~pace
a bit suprising njengokubona isangoma esibhula i~skeyf
eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika
ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i~rap mawufika keleli zinga
mangiqeda ngiyahlina, ngibala i~dollar ngiziba ey’nokuqina
lezi ey’dinga ama~touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina
anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa
mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka noah
i’ll blow you away, anytime, i~weight yakho ayibonwa
angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i~crew yonke
just because i lead (eye lead), sebengibiza ngey’nkophe
never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe
i aint digging your sh~t, that’s why ngingeke nginikope

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 3]
bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso
bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho
mawubona ngigib’sele i~carvela, ngisuke ngenza ngey’bomu
ukuthi ngihlale ngicupha iy’khala ngingaphathanga ama~bomb
ley’ntwana angiy’boni, makungena zona ngidlulisa i~track
sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i~gab
sibambe inkunzi yama kepisi, sobenza ba~hand i~cap (handicap)
how can you jump to conclusion uhamba nge~wheelchair?
angi~hate ama~cats, infact i’m making you fools train
you want to picture this, thatha i~close up njenge toothpaste
new pace, ngibatalabha ngivule ithuna nge~verse
njenge cherry ebabayo ngenze bamise amatende
siza batshele, kuzoshuba nisazo bhubha ngiyafunga
it’s like i went down for cash, kudala ngehla ngenyuka
before ngiqhume, ngishaya i~signature yoku bhentsha kule nkudla
they just saw a stamack (star mark out) out, ngathi ngilenga amathumbu

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le~ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...