lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu the muffinz (sa) – malome wa loma… after 12 is not lunch!

Loading...

[verse 1]
bayakhala izinyembezi
bayakhala e’mnyameni
lwaphela lonke uthando
baphahlaza namaphupho
kwanyamala ukhwethemba, e’mnyameni
ikusasa yadilika, inhliziyo idabukile
ngezenzo zamadoda
izinyembezi zijuluka zijulile
impilo isasencane
sithi yekel’umtwana, m’yekele
[chorus]
uzombulal’ umtwan’ omuntu bo (vimba, mbambeni!)
uzobulala ingane, isencane (vimba, mbambeni ujakalas!) uzombulal’umtwan’omuntu bo (vimba, mbambeni!)
mus’ ukuthint’ ingane isencane (vimba, usimoshel’ ingane)

malume vikel’ingane
we, baba vikel’ingane zethu
mfundisi vikel’ingane

[verse 2]
ziyalila ingane zethu
nokudlala azisakwazi
zisenkantolo ingane zethu
nokulala amaphupho amabi e’mnyameni
ukudlengulwa kwaphihliza impilo isencane
yizenzo zamadoda amabi
izinyembezi zijuluka zijulile
impilo isasencane
sithi yekel’ umtwana (awu, m’yekele)

[chorus]
uzombulal’ umtwan’ omuntu bo (vimba, mbambeni!)
uzobulala ingane, isencane (vimba, mbambeni ujakalas!) uzombulal’umtwan’omuntu bo (vimba, mbambeni!)
mus’ ukuthint’ ingane isencane (vimba, usimoshel’ ingane)
malume vikel’ingane
we, baba vikel’ingane zethu
mfundisi vikel’ingane

uzombulal’ umtwan’ omuntu bo (vimba, mbambeni!)
mus’ ukuthint’ ingane isencane (vimba, usimoshel’ ingane)

[outro]
izingan’ezethu sonke
umsebenzi wami, ngowakho
masidonse kanyekanye, kanyekanye, kanyekanye

izingan’ezethu sonke, umsebenzi wami, ngowakho

Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...