lirik lagu sun-el musician & umzulu phaqa – abazali
[chorus: umzulu phaqa]
ntokazi ehlakaniphile
egeza nangobisi
igama lakhe ulungile
wahlangana neny’ insizwa
enekusasa eliqhakazile
ubhut’ umichael
[verse 1: umzulu phaqa]
ntombazane uyang’chaza
ng’cela ungikhaphe siye espaza
ngizokuthengela noma igwinya
sithi ukuncokola
umama uzothetha yena
ubaba uzongishaya
kodwa ngoba uyang’charma
asambe sish~sh~ sibuye
kwadlula iminyaka
bakhula bababadala
kwavela nabantwana
imndeni yathi halala
mama wathi baba
baba wathi mama
mina ngiyak’thanda
sadalwelana
[chorus: umzulu phaqa]
ntokazi ehlakaniphile
egeza nangobisi
igama lakhe ulungile
wahlangana neny’ insizwa
enekusasa eliqhakazile
ubhut’ umichael
ntokazi ehlakaniphile
egeza nangobisi
igama lakhe ulungile
wahlangana neny’ insizwa
enekusasa eliqhakazile
ubhut’ umichael
ntokazi ehlakaniphile
egeza nangobisi
igama lakhe ulungile
wahlangana neny’ insizwa
enekusasa eliqhakazile
ubhut’ umichael
[verse 2: umzulu phaqa]
ntombazane uyang’chaza
ng’cela ungikhaphe siye espaza
ngizokuthengela noma igwinya
sithi ukuncokola
umama uzothetha yena
ubaba uzongishaya
kodwa ngoba uyang’charma
asambe sish~sh~ sibuye
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu tenet – babink$ (feat. le klook)
- lirik lagu ysos – tout va bien
- lirik lagu goody grace – north
- lirik lagu doria roberts – if
- lirik lagu jah vili – dem nuh real
- lirik lagu le ren – early morning rain
- lirik lagu 蒼井翔太 (shouta aoi) – existence
- lirik lagu vic apollo – love mixed with some lust
- lirik lagu lilnate1129 – crazy
- lirik lagu blank (ita) – sbaglio (freestyle)