lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu softe – isimo

Loading...

ngizothatha imithwalo yami ngigoduke
ngizothatha konke okwami ngigoduke ah
ukuthi ngilana angikho ekhaya
lokho akusho ukuthi phela uzongigibela ikhanda
lana ngizozama impilo
ngizozama impilo for ukushintsha isimo ekhaya
ukuthi ngilana angikho ekhaya
lokho akusho ukuthi phela uzongigibela ikhanda
lana ngizozama impilo
ngizozama impilo for ukushintsha isimo ekhaya
njengoba ungikhomba ngeminwe
musa ukungikhomba ngeminwe ngikhulile
noma ngikorobha nje ngifundile
njengoba ngilana akusho ukuthi sengilahliwe
i swear uma uqhubeka ngizovuka ngibambe eyokuqala
noma ngincenge ispaani, angiyisebenzi overtime
sokhathala phela egameni lemali
nina baqashi isebenzi nizithatha kancane

ngizothatha imithwalo yami ngigoduke
ngizothatha konke okwami ngigoduke ah
ukuthi ngilana angikho еkhaya
lokho akusho ukuthi phela uzongigibela ikhanda
lana ngizozama impilo
ngizozama impilo for ukushintsha isimo ekhaya

man do pay mе my fee
i wanna feed my family
wanna take mama out of the shark
want a softe life too
i wanna sing “life is good” like i’m hendrix mmm

mmm yeah
ngizama ukuya phambili umqashi ungiphindisela emuva
ngizofonela ubaba ngimtshele kusasa ngiyabuya
ngicela ningilinde e~stobhini
nitshele no babe abase u oveni
ngizothatha imithwalo yami ngigoduke
ngizothatha konke okwami ngigoduke ah
ukuthi ngilana angikho ekhaya
lokho akusho ukuthi phela uzongigibela ikhanda
lana ngizozama impilo
ngizozama impilo for ukushintsha isimo ekhaya
ukuthi ngilana angikho ekhaya
lokho akusho ukuthi phela uzongigibela ikhanda
lana ngizozama impilo
ngizozama impilo for ukushintsha isimo ekhaya


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...