lirik lagu sjava – confession
[intro]
yeah, yeah
ngine-confession
ngicel uk’-confess(a)
[chorus]
ngine-confession
ngicel uk’-confess(a), yeah
ngine-confession, yeah
baby ngicel uku-confess(a)
yazi ngiyasab’ ukuk’thanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona
yeah
ngyasaba ukukthanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way
ngikuthanda ngakhona
[post-chorus]
ngihlale ngiyibuza
mawlele uyangphupha na? uyangbona na?
ngyavakasha na? emaphusheni akho
enhlizizweni yakho, nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
ngihlale ngiyibuza ,mawlele uyangphupha na?
uyangbona na? ng’yavakasha na?
emaphusheni akho
enhliziyweni yakho nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
malingishonel’ilanga
[verse 1]
ukufihl’ ak’sizi ngcono ngvele ngiphumele obala
ngikutshele ngendlela engizizwa ng-yo
ngyavuma angiphiki
ukuthi uyangithanda
inkinga abukho ubufakazi
izenzo azisasho lutho
nokuthi ‘i love you’ sekwaba yinto elula
elula usung-yisho nanoma kubani
ayisena value
uthando lwamanga
nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo
hlampe wisigebengu
[bridge]
ngixolele, ngixolele
nami k-mele ngiy’vikele
ngixolele, ngixolele
nami k-mele ngiy’vikele
wemntanomuntu
[chorus]
ngine-confession
ngicel uk’-confess(a), yeah
ngine-confession, yeah
baby ngicel uku-confess(a)
yazi ngiyasab’ ukuk’thanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona
yeah
ngyasaba ukukthanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way
ngikuthanda ngakhona
[post-chorus]
ngihlale ngiyibuza
mawlele uyangphupha na? uyangbona na?
ngyavakasha na? emaphusheni akho
enhlizizweni yakho, nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
ngihlale ngiyibuza ,mawlele uyangphupha na?
uyangbona na? ng’yavakasha na?
emaphusheni akho
enhliziyweni yakho nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
malingishonel’ilanga
[verse 2]
ngob’ umuhle, unakho konke, aw’shodi ngalutho lapho uphuma khona, k’onakalaphi?
you’re too good to be true
ngabe ‘khona engingakwazi yini? makukhona, ‘cela ukhulume manje, kusese neskhathi
k’mele ungithembise ukuthi mangivuma lana
k’sasa angeke ungijikele
ngith’ umzimba u-right, konke ku-right
inhliziyo yami yiyo k’phela ekhathele
k’mele ngihlale ng’phapheme
[bridge]
ngixolele, ngixolele
nami k-mele ngiy’vikele
ngixolele, ngixolele
nami k-mele ngiy’vikele
wemntanomuntu
[chorus]
ngine-confession
ngicel uk’-confess(a), yeah
ngine-confession, yeah
baby ngicel uku-confess(a)
yazi ngiyasab’ ukuk’thanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way, ngikuthanda ngakhona
yeah
ngyasaba ukukthanda
‘saba ukuthi angeke ungithande the way
ngikuthanda ngakhona
[post-chorus]
ngihlale ngiyibuza
mawlele uyangphupha na? uyangbona na?
ngyavakasha na? emaphusheni akho
enhlizizweni yakho, nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
ngihlale ngiyibuza ,mawlele uyangphupha na?
uyangbona na? ng’yavakasha na?
emaphusheni akho
enhliziyweni yakho nginendawo na?
nginekhaya na? ngingalala na?
malingishonel’ilanga
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu triple xxx – blue dream
- lirik lagu amor electro – de candeias às avessas
- lirik lagu bill wurtz – hallelujah
- lirik lagu triphxld – if it’s good enough to grip, it’s good enough to clap
- lirik lagu chadwick stokes – black bottle
- lirik lagu p walsh – combat
- lirik lagu holy golden – arrival
- lirik lagu cloud 9ine ko – focused ii
- lirik lagu jay vee – overthink
- lirik lagu marc with a c – the real story