lirik lagu samthing soweto – uthando lwempintshi yakho
[verse 1]
uthando lwempintsi yakho
uthando lwempintsi yakho
lona luphelele
ingaba ngiqamba amanga
mangithi liyashota
ngoba muhle umntwana wabantu
muhle akazenzanga
uthando lwempintsi yakho
alifuni ukuphela
ngoba yena uyang thanda
[refrain]
besise partini (besise partini)
nasoso sonke iskeem (nasoso sonke iskeem)
naku nokuthi beniba ningi
kodwa impintsi yakho yeza kimi
aww besise partini (besise partini)
nasoso sonke iskeem (nasoso sonke iskeem)
naku nokuthi beniba ningi
kodwa impintsi yakho yeza kimi
impintsi yakho yeza kimi
[verse 2]
mina bengithanda wena
kodwa ngazwana nomngani wakho
manje ngazi sola sola sola
ukuthi bengenze njalo ngithande omunye umuntu
mina bengithanda wena
kodwa ngazwana nomngani wakho
manje ngazi sola sola sola
ukuthi bengenze njalo ngithande omunye umuntu
[refrain]
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
bengi cela ningi xolele
hee heee
[outro]
eish, yazk’thini baby
mngan wakho ebeyi starter yaz
and uyaz wena ubuyi main cause
manje sengi confused
stuck kwama starter
ngihlale ngilala nama galegrove
imain cause ayifiki in other words ngifuna wena
umngane wakho uyistarter
so masi khohlwe ng-ye sidealer nedessert
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu paris (rap) – record label murder
- lirik lagu wale – sight of the sun freestyle
- lirik lagu kidd wes – bruce willis
- lirik lagu charlie zaa – en un beso la vida (bolero)
- lirik lagu mellowhigh – larry fisherman
- lirik lagu rezinsky – petit pain blanc
- lirik lagu ganjazi – nie ma znaczenia
- lirik lagu lupe fiasco – hey lupe
- lirik lagu la fouine – là-bas
- lirik lagu el trono de méxico – prolóngame la vida