lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu nxumalo nkosingiphile – isoka lami

Loading...

nkosingiphile, noma sekukanje mina ngisakuthanda namanje
ngiyazi lamagama azokusinda ngoba mina ngangithe ngizokulinda
ngizamile ukukwala kepha inhliziyo yami yala…
ok-mele ukwazi ukuthi ink-mbulo yakho mina ibisingilimaza
yeka inkuthazo yakho njalo masengikhathala
ungibambe ngesandla ungitshele ngekusasa
ungitshele ngezifiso namaphupho, awu kodwa, isoka lami madoda

lamaphupho akho, yiwokanye futhi langithathele wena…
ubusungasanginaki ngokwanele wena…
mhla uhamba wawuthembisile ukuthi ngeke ungilibale wena..
inhliziyo yami-ke beseyikhathele ukukhalela wena…
ngiyazi uzothi nginamanga…
kodwa mina ngisaphupha ngawe cabanga

besesesiside-ke isikhathi wahamba, nami ngaze ngahluleka-ke ukuzibamba…
mangiqala loludababa nkosingiphile, ngifikelwa ukukhala
kepha k-mele ngikwazise ukuthi nami ngiyisidalwa nginamaphutha
angisakwazi nokulala ngidliwa icala nkosingiphile…
nkosingiphile uze ungixolele, kepha sengizothola ingane yokuqala…


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...