lirik lagu nomfundo moh – isandla sikamama
isandla sikamama lyrics
[intro]
yeah you know it
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 1]
empilweni yami (iih)
kuhambe kwahamba inkosi yabiz’ iqhawekazi lami (iih)
mihla ngemihla
mina ngihlezi nginok’fisa
ngilokhu ngilangazelela
ukubon’ ubuso bakhe
hay’ uyadel’ osanomama wakhe
(abanye balele emangcwabeni weh)
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlеl’ ek’mele ngihambе ng~yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 2]
ndlovukazi yami enomoy’ obunene
ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh)
oh mina ngkhumbul’ umama
ngiyalangazelela
ukuthol’ eliny’ ithuba nawe
ngincokole nawe
impilo ngab’ ingcono ukube ngsesenawe
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng~yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu sensei clean – crumbs
- lirik lagu joshua kajanga – wrote your name
- lirik lagu dj gop fm & ila¥ & yungg lil rain – дима билан (dima bilan)
- lirik lagu ily (fr) – paris brûle
- lirik lagu tommy james – kingston highway
- lirik lagu wild rivers – stubborn heart
- lirik lagu cornelia jakobs – hold me closer
- lirik lagu ex-otago – i giovani d’oggi (remix)
- lirik lagu tiger (swe) – silverfat – akustisk version
- lirik lagu bash-n-the code – fall down