lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ncandweni christ ambassadors – bhekani ezulwini

Loading...

bheka kuhle baba
bheka kuhle, k~mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama bemkhonza unkulunkulu

bheka kuhle, k~mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama, bemkhonza unkulunkulu

kufana namafutha, amahle ekhanda
ehlela esilevini sika aroni

bheka kuhle
k~mnandi futhi kuthi qosololo
laph′ibandla lenkosi
limkhonza unkulunkulu

kufana namazolo
asehermoni
e~~hlela ezintabeni zasesiyoni

bheka kuhle, k~mnandi futhi kunenjabulo
lapho imindeni imkhonza unkulunkulu

ngithi bheka kuhle, nezingane zabo
zibathobela zimesaba no jehovah
kulelo khaya
kuyogobhoza
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...