lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu mlindo the vocalist – thath’icard lami

Loading...

[chorus]
mina thatha, thath’ i~card lam’ (ha)
ngisho uma uyolala baby
uzoqok’ iskibha sami (ha)
ngisho ku grls night
i transi yami kub’ eyam (ha)
noma bekushel’, batshele ungowami (ha)

[post~chorus]
bath’ ungidlisile baby
cel’ uku~payer ngami (ngam’)
inhliziyo yam’ (yam’)
oh sthandwa (sami’)
noma ngizohamba, baby, kuw’
funa waz” izindlela zami (zami’)
indleko zam’ (zam’)
ngizenza nabangani bami

[verse 1]
ngifun’ ube ne~nice time, wema baby
i stress usibek’ ecaleleni
angeke bakwenze lutho wema baby
ngohlel’ ngi bodyguard lakh’ ecaleni (ecaleni)
ungathi ngingagibela entabeni
sthandwa sami ng’memeze
mamezala ngimamele
inkomo anaz’ kwelete
mntanomuntu ulov’ uyay’bеka (uyay’beka)
uthando lw~ngempela ngiyak’tshеla (yak’tshela)
ayibo ntombazane ngiyazifela (ngiy’zifela)
kuba kuya ngami, gabe mina ngiyak’bheja (yak’bheja)
uthando lwami kuwena ngal’fela
ngoba ngikuthand’ okwempela
ntombazane lalela
uthandwa imina kuphela
[chorus]
mina thatha, thath’ i~card lam’ (ha)
ngisho uma uyolala baby
uzoqok’ iskibha sami (ha)
ngisho ku grls night
i transi yami kub’ eyam (ha)
noma bekushel’, batshele ungowami (ha)

[post~chorus]
bath’ ungidlisile baby
cel’ uku~payer ngami (ngam’)
inhliziyo yam’ (yam’)
oh sthandwa (sami’)
noma ngizohamba, baby, kuw’
funa waz” izindlela zami (zami’)
indleko zam’ (zam’)
ngizenza nabangani bami

[verse 2]
aw’ ndoni yamanzi suka sambe baby (eyi)
mak’qhamuka wena vele ngimamatheke (eyi)
ukuba nawe empilweni yami is like ng’wine i~lotto
ubukhona bakho bakho empilweni yami
yaz’ kuleth injabulo (eyi)
ay’suka madod’ angifun’ k’bangiswa kuw (eyi)
uy’phakade lami, akekh’ oyong’susa kuwe (eyi)
ng’yonathela njenge super glue
k’yolamula ukufa
izesheli zakho ziyosala kanjalo, zimuc’ ithupha
[chorus]
mina thatha, thath’ i~card lam’ (ha)
ngisho uma uyolala baby
uzoqok’ iskibha sami (ha)
ngisho ku grls night
i transi yami kub’ eyam (ha)
noma bekushel’, batshele ungowami (ha)

[post~chorus]
bathi ungidlisile baby
ngicel uk’payer ngam’ (ngam’)
inhliziyo yami (yam’)
sthandwa sam’ (sam’)
noma ngizohamba baby kuw’
ngifuna waz’ indlela zam’ (zam’)
indleko zam’ (zam’)
ngizenza nabangani bami (bam’)
bathi ungidlisile baby
ngicel uk’payer ngam
inhliziyo yami
sthandwa sami
noma ngizohamba baby kuw’
ngifuna waz’ indlela zam’ (zam’)
indleko zam’ (zam’)
ngizenza nabangani bami (bam’)


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...