lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu leverage_a1 – isililo

Loading...

[hook]

eh ngithi ngiphum’ eveni
ngifuna ukuduma ezweni

ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala (kahle), ngithemb’ ukuth umagagula walala kahle
nomahlongwane walala kahle
ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala, ngithemb’ ugogo umagagula walala kahle, ugogo umahlongwane walala kahle

verse 1 [sosoworld a1]

zondo umthiyane usokhulu kandaba akayigodl’ inkomane
konje kambe zowushaya encotshane kogcagcwa
mathambo esalukazi nawo akwelocala
ig~ya iyibozi umoya wami far from decent
trauma nosizi hit much more recent
kwadlula akwakhaleka esfweni
kimi akukavumi kuth nas’shiy’ emhlabeni

though i’ve imagined fruition it comes to a draw poverty that is
though i’m a maverick, i am near integral specs & designs of the next wave of music abazukulu benu are pioneers
nhlungu ziya zwela kuth angilile
ukuhamba kwenu honest to god was defeating
sengaxola seng’sele
i’m hoping that this comes off sincere

[hook]

eh ngithi ngiphum’ eveni
ngifuna ukuduma ezweni
ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala (kahle), ngithemb’ ukuth umagagula walala kahle
nomahlongwane walala kahle

ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala, ngithemb’ ugogo umagagula walala kahle, ugogo umahlongwane walala kahle

verse 2 [self]

mdungude songobese (ngwane)
yikhali eyingalingani nezamaxhegwane
walishiya elakho uzalo luzinkedama
ibuhlungu emoyeni
yize k~mbulwa kwembeswa
ayiphinde ibonge omnguni kamanekwane omazwi omzwili ngithi ayivule nayi indlela
iphinde ilonde iyizukulu zakhelane khazimule omthiyane eh (sukanin’ sele!)

cha ayinakuxhamazele inkabi ayihlele
ayibambe ngazo zombili iyithele phez kwamadlelo ayingqay’zivele
sengath ngabusis’ imizamo
ibajikijel phansi imphumela ibithatha amagxathu
yelula eyayo ingalo
nakwabanye othemba labo liduke naba’ abanye

[hook]

eh ngithi ngiphum’ eveni
ngifuna ukuduma ezweni

ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala (kahle), ngithemb’ ukuth umagagula walala kahle
nomahlongwane walala kahle

ngaz’ inkabi eyiphum’ eveni buka elikazulu liyashabalala
yaz lokuyigqaj’ okusezweni k’hlul’ amagugu kuyasabalala
weh magagula wolala kahle
weh mahlongwane wolala, ngithemb’ ugogo umagagula walala kahle, ugogo umahlongwane walala kahle

(end)


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...