lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu leverage – ndawonye

Loading...

verse 1

nina bohlanga lomhlabathi//

ngithi angidlulise ukubonga, ukwanda kwaliwa ngumthakathi//

asethembe niphephile, can’t in particular //

say konke kuhamba kahle but its steady siyaphila//

aw sithi lokishi (lokishi) //

zona zithi kutsa nayi moemish //

indida uthi uphusha nje kube nemqondo ebolile//

bethi bek’bongela kodwa izenzo zabo yisolisa//

ai phela izilele ogoma, kuleli insizwa maan//

nkosi ngicela ungigcinele nje eyikhona, kulezi insiza baba//
uquqaba nje olunikele nje bukhoma emazweni, ai kungivusela//

iminjunju ukuyibona yiwile abangani bethi ayikona yilwile kanjani//

(nase mculwеni) lesound idinga abantu abacorrect//

went and found omabhiza lеsoweto//

on production he’s a poet//

but naye manje usengomunye wabafowethu//

chorus

siwolwe ndawonye, kwawuk’hluka hluka //

kwezimo, aw zulu ubalonde abafowethu//

kwezimazombe, aw zulu ubalonde abafowethu//
ubalonde abafowethu, aw ubalonde abafowethu//

verse 2

mina im all for laba abangakhoni ukulala//

shayi ispani lesiya noma liyoshona ilanga//

im all for laba abacontrol(a) ulaka//

all for ukuhlala ngesizotha ekhaya//

nabashaya iflop bagcina sebengobaba//

all because they did’nt condomize//

bangacrossa abagcina ngok’compromise(a)

manje bayondla izingane ziyabhodla azilali//

balonde ababoshwa bengonanga//

bathobe nomoya wabo ungonakali//

ngoba kuyisono ukujezela into ong~yazi//

bayak’judge(a) bengalazi uhlangothi lwakho//

and just keep breathing with the knee on your neck//

and just keep living thou you got nothing left//

chorus

siwolwe ndawonye, kwawuk’hluka hluka //

kwezimo, aw zulu ubalonde abafowethu//

kwezimazombe, aw zulu ubalonde abafowethu//

ubalonde abafowethu, aw ubalonde abafoweth


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...