lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu killah da rapkid – 50barz

Loading...

i’hav been a fake nami, yebo ngyakuvuma lokho/
kodwa wawungenzi mehluko noma ngirappela amanc0ko/
manje kuphambana inhloko futh angisasazi esakho ismoko/
uthola ngihlanyisa icrowd ngingekho crc ngenza inc0ko//
uzama ukubukisa ngami ungifaka kufront page kwimahyper/
legenge engaperform kma’shows ecuthela amacyper/
once yabakhona uyithola khona idrop kuqala kodwa/
amaverse amaningi ungakaze uzwe nengoma eyodwa//
nalegenge esdropela ush-t emicin/
efillana yodwa hamba iqholosha ifakana ehlathini/
abanye bawhack bagxeka amatrack nxayitsek/
baskhiphela izingoma zona abarappisa oko’pitch black//
sebeyasdakelwa ileyo inkinga kwirap game/
lot of rappers trying to make a name with somebodys name/
mabehlangene bodwa bayahluleka ukukhanda iheat/
im proud of myself of being dope ngizigoqela ubeat//
coz imina umhlekazi lah njengo hlengiwe mhlaba/
legenge ingbona ngithula bese izitshele ukuth ngyayisaba/
ihambe wrongo njengo brenda, this time izofika ngiready/
still abakhoni ukungtop noma sebebhala daily//
lezi izilima and iqiniso ngyaxolisa ukusho pofu/
bahamba beclaim ukushisa besahlulwa iprimer stofu/
uzotholan, mufuna ukwakha igama ngelami igama/
qinisa uyeke ukuzama muhluleka umele buqamama//
ah, nina nizinyoka zangempela nibiter owami ogesi/
into yenu ayikho kmina like a buck oyiqhatha nebhubesi/
irap game igcwele oshlama abasadinga ukushona/
uzithole ubeaf nomdansi ekuzoth mase kushuba ashaye “ikhona”(style of dance)//
nina nihamba nith ayikho into engyenzayo/
ukunidlela ivary asemaningi namahater angpretendayo/
not everyone uzoncanwa ispani sakho/
ngenxa yamahater ngaze ugive up kwiphuphu lakho//
a real talk is a real talk thats somethng/
the big flop is your weak shorts they nothng/
you f-cken kids drop anginidiss buka anikaqwashi/
ngifika nginkosi kade bengigcoba (bowing) and angikaphashi//
ukusuk-ma bese sbhekelane kungaba kuhle/
ukukhuluma nokuthathana kancane kuphele sng-ya kude/
im talking to south coast lapho engphuma khona/
ngiphakamisa and the big joke ukudlelana umona//
fans in the coast show love angithy/
bese impoxo iphume kuthina with the lack of unity/
and ngeke iphele nanisaqhubeka nokuchathelana/
konsta was right ave kungakuhle masingahlangana//
#mmp media family# ngyarepresenta/
being a kid beyinganakiwe ekasi ngaku experimenta/
i learnt to make my own beats ukuze nami ngigadle/
phela muyi’ntwana ungaziwa uvaleleka ngaphandle//
k!llah da rapkid u50barz anguvale/
mothi ngiringa ulalelisise uqale phansi uwudlale//


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...