lirik lagu kelly khumalo – uzoma
[verse 1: kelly khumalo]
ngivuk’ ek’seni kugcwel’ izindaba ngami
ngivuk’ ek’seni kugcwel’ amaphepha, ah
ngivuk’ ek’seni k’shiwo lokhu nalokhu ngami
ngivuk’ ek’seni, oh k’khulunywa ngami, why?
[chorus: kelly khumalo]
ngathi kukhona ohlal’ ebheja ngami
ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah
[verse 2: mondli ngcobo]
mdali ngath’ usungethemba kakhulu nawe
hlal’ ungivikele nezingilosi eziyinkulungwane
khumbula indonsa yakuphoxa
kodwa mina ngeke ngakuphoxa
[chorus: kelly khumalo, mondli ngcobo, ]
ngathi kukhona (ngathi kukhona) olal’ ebheja ngami (
ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah
ngathi kukhona olal’ ebheja ngami
ethi noma engahlushwa (ethi noma engahlushwa), noma engalingwa
[chorus: kelly khumalo, mondli ngcobo]
ngathi kukhona olal’ ebheja ngami
ethi noma engahlushwa, noma engalingwa
kodw’ uzoma, uzoma, uzoma ah
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu cut city – lost it
- lirik lagu marta savić – više nisi moj
- lirik lagu linguini bros – b.m.w drip
- lirik lagu tunnaa – heart in my fist
- lirik lagu ty lorenzo – make it out alive
- lirik lagu norman sann – molten chocolate lava
- lirik lagu missing texture – lowkey*
- lirik lagu voice farm – voyeur
- lirik lagu bonnie mckee – paper doll
- lirik lagu dealers of god – back through the east