lirik lagu kaypin – xola
[intro]
ohh
ohh
eyy
eyy
ohh
ohh
eyy
eyy
[verse 1]
baba (ohh)
ngicela upholise (ohh)
inhliziyo yami (eyy)
zonke inhlungu zami (eyy)
ende baba (ohh)
ngicela ukuxolisela (ohh)
zonke izono zami (eyy)
bekungasi yinhloso yami (eyy)
kodwa baba (ohh)
kwashona ilanga (ohh)
kwahamba umama (ohh)
ngasala ngakhala (eyy)
kodwa baba (ohh)
kwashona ilanga (ohh)
kwahamba umama (ohh)
ngasala ngakhala (eyy)
…
eyy
…
eyy
[chorus]
ntwana xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
dali xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
dali xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
[verse 2]
baba (ohh)
ngivuse nge langa (ohh)
seng’saba nokulala (ohh)
ebusuku ngiyaphaphama (eyy)
ende baba (ohh)
cela ungibambe isandla (ohh)
unginikeze amandla (ohh)
ngivuke ngiyophanda (eyy)
kodwa baba (ohh)
eyami lendlela, iyona wayikhetha
yingakho ngik’themba (eyy)
kodwa baba (ohh)
eyami lendlela, iyona wayikhetha
yingakho ngik’themba (eyy)
…
eyy
…
eyy
[chorus]
ntwana xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
dali xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
dali xola, umdali akayenzi amaphutha
uzoqina, musuk’lila
[outro]
xola
…
qina
…
xola
…
qina
…
xola
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu marquis of vaudeville – dysania
- lirik lagu tomás luis de victoria – quicumque christum quaeritis
- lirik lagu suicide silence – fucked for life
- lirik lagu ☆lukky☆ – the chronic
- lirik lagu moshithug – дары бонга (bong gifts)
- lirik lagu mikahl lawless – dagger
- lirik lagu rock melon – the wave
- lirik lagu the suit – knife vs bartsool
- lirik lagu herculez – break apart
- lirik lagu abser – me and me