lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu inkabi zezwe, sjava & big zulu – sayona

Loading...

[intro: sjava]
hhayi
thembalami, thembalami
thembalami, thembalami, thembalami
hhawuwa hho

[chorus: sjava]
sayona, sayona, sayona
sasinent’enhle sayona (sayona, sayona)
sayona, sayona sasin’entenhle sayona thina
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu z’shintshile
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu z’shintshile

[verse 1: big zulu]
ngangikuthanda, ngikufela
ngangenza konke ukukuvikela
hhayi, ngikwenze konke, ngikunike konke
kodwa awunelanga, ngoba w~ngijikela
hhayi, kodwa akusa sizi, nawe akukusizi
sikomuny’umhlaba manje, impilo zethu zishintshile
hhayi, ngikufisela injabulo, nothando
hhayi, nempil’enhle dali wami, ey

[chorus: sjava]
sayona, sayona
sasinent’enhle sayona (sayona, sayona)
sayona, sayona sasin’entenhle sayona thina
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu z’shintshile
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu z’shintshile
[verse 2: sjava]
mangingedwa ngifikelwa imibuzo
ukuthi wawukubona yini ukubaluleka kwami empilweni yakho?
okunye futhi njalo engihlale ngizibuza kona ukuthi
wawulibona yini ikusasa nami empilweni yakho?
kodwa akusasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyele emuva
nalezo zimpendulo azisasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyelane

[chorus: sjava]
sayona, sayona
sasinent’enhle sayona (sayona)
sayona, sayona sasin’entenhle sayona thina
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishintshile
amaphutha ethu siyawabona, siyawabona
kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishintshile

Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...