lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu inkabi nation – yinto enjani

Loading...

mina ngizond’ilanga owahamba ngalo namanje ngisadiniwe mina
wasuthembisa ukuthi uyalulama uzobuya ekhaya (wahamba wathi uzobuya)
kant’ukufa nakho kuhlel’indlela yakho (kuzihlelila ngempilo yakho)
kwakunyonyobela wasuhamb’ungavalelisanga
oh kufa ulinuku (sengathi kungafa nakho)
wena kufa ulinuku

uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
idlulil’iminyaka yazi kusebuhlungu ngsathunukala
cel’ufike kimi noma ngephuphoungtshele uzobuya
iphelile iminyaka ashona malanga ashona malanga
iphelile iminyaka ashona malanga ashona malanga
idlulil’iminyaka yazi kusebuhlungu ngsathunukala
cel’ufike kimi noma ngephuphoungtshele uzobuya

uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni

kufa ulinuku awunamahloni
ngokusiphuca abazali bethu
ngokusithathel’izihlobo zethu
njalo mangicabanga leyamini
mhla ngithola loyambiko
ukuth’umama akasekho
kwaphel’amathemba kimi
yoh impilo ngzoyithini na
kwaphel’amathemba kimi
yoh impilo ngzoyithini nah

uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
uyintenjani engajwayelekile emhlabeni
ayaphela amathemba
ngihlala ngilindile wee
solok’ wathi uzobuya
ubuhlungu buyananela ngicele wazi
mihla yonke ngihlala ngikukhumbula
selokhu wathi uzobuya ekhaya
lashona ilanga ai ai
awubuyi ekhaya
buy’ekhaya


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...