lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu inkabi nation – kuyokhanya

Loading...

[intro]
kuzolunga nakithi, wemama

[pre~chorus]
umaliphum’ilanga ngingekh’ekhaya
ngisuke ngiyozama, wemama
izolo bekunjena, namhlanje kuyefana
kusasa kuzokhanya, hay’bo

[chorus]
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
[verse 1]
nala kungenaqhude khona kuyasa, oh kuyasa
nginethemba malo
imikhuleko yakho, liyoze liyozilahla kunina
umvuzo sowubona
oh siyotheswa imiqhele yokunqoba
yokuzikhandla nezithukuthuku zethu
siyotheswa imiqhele yokunqoba
oh mama, mama, malo mah

[pre~chorus]
umaliphum’ilanga ngingekh’ekhaya
ngisuke ngiyozama, wemama
izolo bekunjena, namhlanje kuyefana
kusasa kuzokhanya, hay’bo

[chorus]
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhulеka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
[verse 2: big zulu]
guqa phansi sithandaze
ubamb’isandla sithandane
ubong’umdala qhakaze
uzamе kuyoze kuhlangane
inkabi nation, ikusasa lam’ alifani nayzolo
ngiguqe phansi sekungaze sekungaze kugug’idolo
ngifihl’ikhanda sibonga ngalelizozo
sibamb’umoya sibonge ngalelibhodwe
konk’akwenzi ngokuthanda kwami
futh akwenzeki ngamandla wami
ngithembele kuwe jehova wami
ngicel’ungikhanyisel’indlela zami

[pre~chorus]
umaliphum’ilanga ngingekh’ekhaya
ngisuke ngiyozama, wemama
izolo bekunjena, namhlanje kuyefana
kusasa kuzokhanya, hay’bo

[chorus]
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
qhubek’ukhuleka malo
kuzolunga nakithi
nakithi kuyokhanya
[outro]
khuleka, nakithi
yeah yeah, hay’bo


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...