lirik lagu congress musicfactory – bheka inkosi
bheka inkosi
[ivesi 1]
(amadoda)
bhek’ inkosi es’hlalweni
nkos’ yamakhos’, uyabusa
ngob’ umbuso wakh’ umi phakade
amandla n0b’khos’ bumi njalo
(wonke umuntu)
bhek’ uyabusa phakade
onenkazimul’ es’mazisayo
ongaguquki zinkathi zonke
owayekhon’ okhon’nozayo
[ikhorasi]
s’yak’ phakamisa
akekh’ omunye
sidumisa s’bong’ igama lakho
bhek’ udumo lwakho
abangcwele bakho
bekunik’ udum’ ol’ phakeme
[ivesi 2]
bhek’ iwundlu, indodana
nkos’enqobayo nombusi
shay’ icilongo, hlulel’ izizwe
bazis’ usomandl’ uyabusa
[ikhorasi]
s’yak’ phakamisa
akekh’ omunye
sidumisa s’bong’ igama lakho
bhek’ udumo lwakho
abangcwele bakho
bekunik’ udum’ ol’ phakeme
[ikhorasi]
s’yak’ phakamisa
akekh’ omunye
sidumisa s’bong’ igama lakho
bhek’ udumo lwakho
abangcwele bakho
bekunik’ udum’ ol’ phakeme
bekunik’ udum’ ol’ phakeme
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu stratus grace – wallflower
- lirik lagu xiu xiu – sad pony guerrilla girl
- lirik lagu smokey bastard – my son john
- lirik lagu enigma norteño – el plomín
- lirik lagu w.ian – take part
- lirik lagu posse mente zulu – vem pra febem
- lirik lagu young fern – check
- lirik lagu mojinos escozios – semos unos mostruos
- lirik lagu tito nieves – ya te olvide
- lirik lagu la fouine – hamdoulah moi ça va