lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu cici – egoli

Loading...

[verse 1]
kuthi angithath’ iykhwama ngihambe ngiduke nezwe
ngoba umoya wami wona wonakele
bathi egoli amaphupho ayathengwa, mina anginasenti
nalel’ toho ebenginalo lona ling’phelele

[pre~chorus]
abantabam’, abantabam’ ngiyobondla ngani na?
umyeni wami, umyeni wami, hhay’ ung’shiyile mna
nohulumeni, uhulumeni, akanandaba nathi, oh

[chorus]
yini na?
yini na?
oh yini na?
ngabuthwal’ ubunzima, yini na?
shwele!

[verse 2]
bathi impilo eyabo abomelele
mangabe ngikonile nkosi thethelela!
kush’ ukuthi ngophumula mhla ngilele, mmh
oh maye, ooh

[pre~chorus]
abantabam’, abantabam’ ngiyobondla ngani na?
umyeni wami, umyeni wami, hhay’ ung’shiyile mna
nohulumeni, uhulumeni, akanandaba nathi, oh
[chorus]
yini na?
yini na?
oh yini na?
ngabuthwal’ ubunzima, yini na?
shwele!

[bridge]
yini na?
yini na?
yini na?
ngabuthwal’ ubunzima, yini na?

[chorus]
yini na?
yini na?
oh yini na?
ngabuthwal’ ubunzima, yini na?
shwele!


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...