lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu cici – baleka

Loading...

[chorus: cici]
nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla
ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo
oh sengiyabaleka, baleka
sengiyabaleka, baleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka

[verse 1: cici]
isono sami ke mina ukuthi nguw’mfazi
ingakho ke, mina ngifela ical’ eng’alazi
aw’ noma ngimemeza
sukundibulala awundiva, oh

[chorus: cici]
nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla
ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo
oh sengiyabaleka, baleka
sengiyabaleka, baleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka

[verse 2: cici]
sul’ ezo nyebezi, sukulila, oh oh
amandla akho yikona ukuba umfazi
oh ngithi memeza, memeza ndiyakuva, oh
[chorus: cici]
nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla
ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo
oh sengiyabaleka, baleka
sengiyabaleka, baleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka
oh sengiyabaleka, baleka
sengiyabaleka, baleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka

[spoken word: zion vilakazi]
kukhona osephila ngokuzithathela kimi
ngenhloso yokungigcwalisela, angazi kanjani?
iphutha ukuzinakekela njena ke sebezinanela
belawulwa inyama
kungani bengaphenduki abazingeli basendle?
uma kuyimizimba abayifunayo, okungenani?
bazingele izinyamazane zasendle okwabazingeli basendulo
mina ke ngiyoshiya nesithunzi emuva, ijubane
nkulunkulu wezintandane nabafelokazi
ngendlala ngaphansi kophiko lakho
imizimba yamakhosazane namakhosikazi
ezweni lapho sidliwa siphila, sidliwa siphika
lutho isivumelwano!
ngokuhlwitha ngendluzula ukukhane
isitha sanelisa izinkanuko zenyama
galo yeph~ka ijubane kimi seliyoba ngumanqoba
ngyoqwayisa nosana oluzelwe
kunezimpisi eziphila emhlabeni kepha zizishaya sabantu
baze bazisize babaleke
kungani bengaphenduki abazingeli basendle
uma kuyimizimba abayifunayo?
sidliwa siphika, sidliwa siphila
nansi imizimba yamakhosikazi namakhosazane
[chorus: cici]
nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo
oh sengiyabaleka, baleka
sengiyabaleka, baleka
ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...