lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu bravo-pro – uthando

Loading...

hold~on [ad~lib]

pre~hook:
seng’ze ngaluthola nami olwami ubambo, isthandwa sangempela. seng’ze ngaluthola nami olwami uthando lw~ngempela. inhliziyo yami iyajabula mawukhona, phela uyangeseka. ngisho ekhaya imbala bayabona ukuthi sengikhethe ow~ngempela

chorus:
phela wena uwubambo, ubambo, ubambo lwami. phela wena uwubambo, ubambo, ubambo lwami. kuwe baby ngifuna umshado, umshado, umshado nyani. kuwe baby ngifuna umshado, umshado, umshado nyani

verse:
enhliziyweni yami nasempilweni kukhona wena wedwa sthandwa, akekho omunye. sthandwa, enhliziyweni yami nasempilweni kukhona wena wedwa sthandwa, akekho omunye. uthandwa eyami inhliziyo. mntwana usungiphendule i~hero. angithi ngiyakubamba ngiyaku feel(er). kuduma nekhanda mawungekho ngakimi. ng’funa ukuyokubika ngakithi. ngikukhiphele izinkomo, kujabule abakini. ngik’bambele eduze, ngik’buke n0buhle, ntokazi, mangiqeda ngikushaye ngo kiss

pre~hook:
seng’ze ngaluthola nami olwami ubambo, isthandwa sangempela. seng’ze ngaluthola nami olwami uthando lw~ngempela. inhliziyo yami iyajabula mawukhona, phela uyangeseka. ngisho ekhaya imbala bayabona ukuthi sengikhethe ow~ngempela

chorus:
phela wena uwubambo, ubambo, ubambo lwami. phela wena uwubambo, ubambo, ubambo lwami. kuwe baby ngifuna umshado, umshado, umshado nyani. kuwe baby ngifuna umshado, umshado, umshado nyani

Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...