lirik lagu blaq diamond – umuthi
[humming]
[verse 1: ndu browns]
egol’ impilo ayikho
alukh’ uthando
kugcwele umhobholo
wonk’ umuntu usewu gombela-kwesakhe
egol’ impilo ayikho
alukh’ uthando
kugcwele umhobholo
wonk’ umuntu usewu gombela-kwesakhe
ngizwa kukhala amaviyo oh
bayangibiza emakhaya
ngizwa kukhala amaviyo oh
bayangibiza emakhaya
[verse 2: cici]
sengikhumbul’ ekhaya
nyawo zami ngibelethe
kwafelubala, sengilel’ esifubeni samama
sengikhumbul’ ekhaya
nyawo zami ngibelethe
kwafelubala, sengilel’ esifubeni samama
ngizwa kukhala amaviyo oh
bayangibiza emakhaya
ngizwa kukhala amaviyo oh
hee eh bayangibiza emakhaya
[verse 3: danya]
zonk’ insuku ze calendar
zonk’ insuku ze calendar
ngiseyimayini ngiyasebenza
ekhaya ngibabona december
zonk’ insuku ze calendar
zonk’ insuku ze calendar
ngiseyimayini ngiyasebenza
ekhaya ngibabona december
ow indizamshini ipheth’ umuthi olaphayo
ow indizamshini ipheth’ umuthi olaphayo
[verse 4: zamo cofi]
wahelez’ umoya, isiphepho nephimbo kwaphum’ ingoma emnandi
kwadans’ iningizimu afrika yonke, inqola indizamshini
akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu
ububanzi bomuntu sibufanisa nedayimane elimnyama
int’ eswenka kubande kwamancane entombini
uyalaz’ isoka lamanyala
ushuni wakudala kuphela uthintwa isandla esisha
ingoma yazalwa kabusha emnambithi yamamatheka yonk’ i afrika
yathi “ingoma emnandi iyaphindwa”
phind’ ubhale futhi cofi ngabe sengiyabhala
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu the amity affliction – catatonia
- lirik lagu lil tecca – melody master*
- lirik lagu marcus & martinus – everything i wanted
- lirik lagu raissa – bullying boys
- lirik lagu dikla – דיקלה – tavlinim – תבלינים
- lirik lagu the revivalists – bitter end
- lirik lagu preschool dropouts – hoola hoop – live
- lirik lagu a.d. penedo, marshall pailet – hydrangea reports
- lirik lagu lael turner – sambo jo
- lirik lagu lil pino, d-block europe – mya mills