lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu zoë modiga - nomthandazo

Loading...

[verse]
nzalabantu
uyancomeka umsebenzi wakho
nembewu yajik’ umphefumulo

[chorus]
wavuselel’ izwe lakho
mkhul’ umsebenzi wakho

[verse]
nzalabantu
imbongi zonke zibabaza wena
wabeleth’ amagug’ alomhlaba

[chorus]
wavuselel’ izwe lakho
mkhul’ umsebenzi wakho

[outro]
abazukulu babonga kuwe
nezinsizwa zibonga kuwe
noobaba babonga kuwe
thina sonke sibonga kuwe
ndlovukazi sibonga kuwe
nomathamsanqa sibonga kuwe
nomkhubulwane sibonga kuwe
nomathemba, nomusa, nokuthula, n0bantu sibonga kuwe
nomagugu, nokwazi, nomvula, nonjabulo sibonga kuwe
nomzamo, nomncebo, nokulunga sibonga kuwe
nokukhanya, nolwandle, nothando, noxolo sibonga kuwe
nthabiseng, sibonga kuwe
nomthandazo sibonga kuwe


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...