
lirik lagu vusa mkhaya - manyanyatha
[verse 1]
mina ngikhul’ emakhaya lena
babengibiza umanyanyatha
bathi kwakukhal’ ingoma
ngigiye kuze kuse
bathi kwakukhal’ ingoma
ngijanqule njengethole mama
umalumami roger mabhena
kwakuthi makukhal’ ingoma
angimemeze athi
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
[verse 2]
ngiyamkhumbula uthembeya wami
ngiyakhumbula sitshengisiwe mabhena
ngiyamkhumbula uangelina ndlovu
ngiyamkhumbula mama madube
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
[verse 3]
mina ngikhul’ emakhaya lena
babengibiza umanyanyatha
bathi kwakukhala ingoma
ngigiye kuze kuse
bathi kwakukhal’ ingoma
ngijanqule njengethole mama
umalumami roger mabena
kwakuthi kukhal’ ingoma
angimemezе athi
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
dlala dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewеthu
[verse 4]
ngiyamkhumbula uthembeya wami
ngiyakhumbula sitshengisiwe mabena
ngiyamkhumbula uangelina ndlovu
ngiyakhumbula mama madube
[chorus]
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
dlala manyanyatha
dlala dlala manyanyatha
dlala manyanyatha
dlala dlala mntaka dadewethu
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu maajins - on my way home
- lirik lagu yfn lucci - ghost.
- lirik lagu 800pts - why me
- lirik lagu heather cary - those eyes
- lirik lagu srpska izvorna narodna pesma - nikolo, gajle golemo
- lirik lagu carter faith - six string
- lirik lagu dxy band - neon hearts
- lirik lagu ilyydavid - taste
- lirik lagu wonstein (원슈타인) - denim with valo
- lirik lagu simon cutsem (bel) - reality (sped up)