
lirik lagu vusa mkhaya - ekhaya
[chorus]
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ungabhod’ umhlaba wonke
ukhulum’indimi zonke
ungahamba amagumbi amane omhlaba
utshone endizamtshineni
wena yaz’ ukuthi
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
[verse 1]
omunye lomunye ule khaya lakhe madoda
asibuyeleni
omunye lomunye ulomuzi kayise
asambeni
ungaze uhlale emazweni abanye abantu
ikhaya lakho likulindele
ngoba vele kayikho indawo ngaphandle kwekhaya lakho
ongahlala khona umoya wakho usuthiseke
ungaze ukhangwe ngamalayithi edolobheni elukhulu
kulawo wonke amagumbo omhlaba
hayi mfanakithi yekela lokhu okwenzayo
abadala bakho bayakukhanuka bakulindile
bathi
[2nd chorus]
woze khaya
woze khaya wena
woze khaya
woze khaya wena
ungabhod’ umhlaba wonke
ukhulum’ indimi zonke
ungahamba amagumbi amane omhlaba
utshone endizamtshineni
kodwa yaz’ ukuthi
ayikhw’indawo enjenge khayaw
ayikhw’indawo enjenge khaya
[verse 2]
omunye lomunye ule khaya lakhe madoda
asibuyeleni
omunye lomunye ulomuzi kayise
asambeni
ungaze uhlale emazweni abanye abantu
ikhaya lakho likulindele
ngoba vele kayikho indawo ngaphandle kwekhaya lakho
ongahlala khona umoya wakho usuthiseke
ungaze ukhangwe ngamalayithi edolobheni elukhulu
kulawo wonke amagumb’omhlaba
mfanakithi yekela lokhu okwenzayo
abadala bakho bayakukhanuka bakulindile
bathi
[chorus/outro]
woze khaya
woze khaya wena
woze khaya
woze khaya wena
helele
helele bo
helele
helele
helele bo
helele
helele
helele bo
helele
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu the archaic epidemic - the final gate
- lirik lagu lirivial - бу-ка-ке (bu-ka-ke)
- lirik lagu z.l.z - need u
- lirik lagu pete seeger & arlo guthrie - ocean crossing
- lirik lagu brady stolz - no regrets
- lirik lagu africakid & atm hanson - 你的电话我打不通 (phone call, no answer)
- lirik lagu hooligan chase - dawg
- lirik lagu fernandinho - ao primeiro amor (ao vivo) [2021]
- lirik lagu guy2bezbar - je pense à toi
- lirik lagu woodi music - helden in rot