
lirik lagu vusa mkhaya - abalalanga
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 1]
soneni baba
sadubeka thina
isizwe esihle kangaka
senzeni mdali wami
abantwana behamb’ ebusuku
belala bengadlile
kubuhlungu nkosi yami
[chorus]
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 2]
mina ngikhalel’ izingane
ezingazi lutho
zona zifelani baba
awu nkulunkulu wami
nkulunkulu somandla
ngenela baba
hawu sadubeka thina
sadubeka baba
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 3]
sifun’ukubuyela
siyolungisa imizi yabobaba
nceda nkosi yami
nceda mdali wami
abazali bethu
abalal’ ebusuku
bekhumbula izingani
ezaduka lamazwe wonke
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu the handsome family - faraway eyes
- lirik lagu boyponder - brand new pink bohemia
- lirik lagu tropico - cose ca nun saje
- lirik lagu saraunh0ly - wutiwant (unh0lymix)
- lirik lagu kid creator! - demon
- lirik lagu platov & code80 - diamonds (snippet 05.08.2025)*
- lirik lagu haberdashery - run away
- lirik lagu luis pastor - por tu cuerpo
- lirik lagu aren't we amphibians - 532
- lirik lagu dan seals - slower