lirik lagu touchline, kid x & ginger trill - abanye abantwana
[pre~chorus: touchline]
ngithi kudala ngihamba, ngigudla, ngizula
ngishaye mthandazo, kuzovuleka amazulu
ngithi kudala ngihamba, ngigudla, ngizula
ngishaye mthandazo, kuzovuleka amazulu
ngifun’ impumelelo
[chorus: touchline]
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
[break: kid x]
inde
indlela umuntu ayihambile inde
indlela ngisazoyi hamba
inde
indlela umuntu ayihambile inde
ngeke ngijike ngingakafiki
[refrain: kid x]
noma ngikhombe ephambili
angikhohlwa la ngiphuma khona
noma ngikhombe ephambili
angikhohlwa la ngiphuma khona
noma ngikhombe ephambili
angikhohlwa la ngiphuma khona
noma ngikhombe ephambili
angikhohlwa la ngiphuma khona
[verse 1: touchline]
(sure)
inyembezi zika mama aziweli phansi, ngiyazi umdali uyambona
usebenzele ukuthi ngibe nazo impahla ze skole
uqabangele ikusasa lami, ngapha ukudla kwa izolo
bhayibheli etafuleni, angifundis’ ukukholwa
wonke amanxeba azophola
athi ngiziphathe ngokukhulu ukuzihlonipha nokuzithemba
reason for the spring in my step, i was born in september
regardless of all the pain, it’s the love i remember
and i’ll love her forever (yeah)
[pre~chorus: touchline]
ngithi kudala ngihamba, ngigudla, ngizula
ngishaye mthandazo, kuzovuleka amazulu
ngithi kudala ngihamba, ngigudla, ngizula
ngishaye mthandazo, kuzovuleka amazulu
ngifun’ impumelelo
[chorus: touchline, ginger trill]
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana (mm, mm)
ngifane nabanye abantwana
[verse 2: ginger trill]
motho ha robale ka baka la ditoro, uh
bosigo ha ke na boroko
ke lahlile ditsala, botshepo le bokgotso
ne ke hloka thuso, ba phuthile matsogo
re rapela modimo a re tshwarele diphoso
re bule dipelo, o re fe mahlohonolo
re bankanyetse tsela, dilo di ne bonolo
kgale re di bona dimakatso le mehlolo
kgale re di bona
[break: kid x]
inde
indlela umuntu ayihambile inde
indlela ngisazoyi hamba
inde
indlela umuntu ayihambile inde
ngeke ngijike ngingakafiki
[chorus: touchline]
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
nami ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
ngifane nabanye abantwana
[outro]
la ngiphuma khona
angikhohlwa la ngiphuma khona
angikhohlwa la ngiphuma khona
angikhohlwa la ngiphuma khona
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu c-real (kor) - 그러지 좀 마 (don't do that again)
- lirik lagu perusjätkät - noussaan
- lirik lagu diazépam (fra) - wasting time
- lirik lagu ftr$ (lv) - amen
- lirik lagu nana nina - yo quería salir
- lirik lagu dopeboy dq - 39
- lirik lagu crossed feelings - la neige me brûle les ailes
- lirik lagu surai & seraphim715 - protect.her
- lirik lagu migzmaster - marble dream
- lirik lagu gasteza - marshmallow