lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu tony dayimane - induction

Loading...

[intro :zawadi yamungu]
whoo
okabani nah lomtwana, ngokabani nah lomtwana, ngowenza labantu, ngowenza labantu, ngokabani nah lomtwana ngowenza labantu inkaba yakhe isele kude ekhaya, ekhaya. moya sizwe sekaphuma nomageba, yikhaya, yinkaba yakhe isele ekhaya

[verse :tony dayimane]
yeah
nam ngicela ukunigiyela, kukhale indoda ngempela, anidluliseni ihawu lami nami ngikwaz ukuy’vikela, bafana nizodideka uma senginigiyela, phela ingoma ngiyivuma kahle masengiphuze igeba, mchunu, macingwane, undabezitha, unyanda yomkhonto, indoda eyabulala indoda ngezandla ibe iphethe umkhonto, mina ngiyindoda yamadoda intsizwa ayiphelele manje wena usuthi uyangisabisa athi ngikyekele, indoda ezalwa umadlamini, indoda edla ngokuhlwa ngoba isuke iyozingela emini, indoda eyajaha ibhubesi labaleka, indoda ethi maykhuluma kthuleke ngoba iyesabeka
umchunu, umacingwane, undabezitha, unyanda yomkhonto, umajole nkomo,[?] njeyhlabathi zolwandle, unqulunga ndoda yamadoda, iyahlonishwa lendoda hayy

khuph~ka macingwane!


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...