lirik lagu thandiswa mazwai - african sunset (live)
[verse 1]
ilanga lishonile
bafana mazibuye izinkomo zobaba (zobaba)
oh ilanga loshonile
bafana mazibuye izinkomo zobaba (zobaba)
sengibathe ngibheka ngasemagcekeni
angiboni lutho
sengibathe ngibheka ngasemagcekeni
angiboni lutho
[chorus]
oh siyolobola ngani na
masiyeka inkomo zobaba
zemuka nomoya (oh siyolobola)
oh, siyolobola ngani na (oh siyolobola)
masiyeka inkomo zobaba
zemuka nomoya
[verse 2]
bafana ziphi na ye izinkomo zobaba? (zobaba)
bafana ziphi na ye izinkomo zobaba? (zobaba)
ye bafana thathani izinduku
ye bafana thathani izinduku
ye bafana thathani izinduku
niyobhek’ izinkomo zobaba esigangeni
ye bafana thathani izinduku
ye bafana thathani izinduku
ye bafana thathani izinduku
niyobhek’ izinkomo zobaba esigangeni
[chorus]
oh siyolobola ngani na
masiyeka inkomo zobaba
zemuka nomoya (oh siyolobola)
oh siyolobola ngani na
masiyeka inkomo zobaba
zemuka nomoya (oh siyolobola)
oh siyolobola ngani na (masiyek’ inkomo zobaba)
masiyeka inkomo zobaba (zomuka zomuka)
zemuka nomoya (oh siyolobola)
oh siyolobola ngani na (masiyek’ inkomo zobaba)
masiyеka inkomo zobaba (zomuka zomuka)
zemuka nomoya
oh siyolobola ngani na (masiyeka inkomo zobaba)
masiyeka inkomo zobaba (zomuka nomoya)
zеmuka nomoya (oh siyolobola)
oh siyolobola ngani na
masiyeka inkomo zobaba
zemuka nomoya
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu kji bro - seuls
- lirik lagu bootblacks - birds
- lirik lagu димдэкт (dimdekt) - идеи пушек (idei pushek)
- lirik lagu fictionaleyez - the haunted orphan
- lirik lagu islem-23 - chkon kan
- lirik lagu macy crawford, emmy mae - elektra
- lirik lagu kai (exo) - domino
- lirik lagu kali claire - summer's over interlude
- lirik lagu joaqm - la dent de nashor
- lirik lagu wej - night rider