lirik lagu sjava - kube ngangazi
[intro]
kube ngangazi
kube ngangazi
[verse 1]
ngaphoxa abazali badumala mabethol’ ukuthi ng’khulelwe
mabeng’buza ngawe ekhaya
kwabanzima ukubatshela, ung’balekele
baba nomama ngicela uxolo, umkhohlisi ung’khohlisile
k’thiw’ intandane enhle umakhothwa unina
k~mele ngiqine mtanami ngik’khulise
[chorus]
kube ngangazi, kube ngangazi mina
ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami
kube ngangazi, kube ngangazi mina
ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami
[verse 2]
wuye lo umtanakho usekhulile
‘yambona useyintombi engakanani
ezimnandi ukuthi uyasebenza futhi uyang’nakekela
mangingakhala ngabe ngiqamba amanga
ezib’hlungu ukuthi emoyеni akeneme nеze
uhlale ethikuthele, enolaka
mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli
uvele anxaphe athi yena akafuni k’gana
mama amadoda mina ngiyawazonda, ayizinja
ubaba wathi uyas’thanda kodwa ekugcineni wasishiya
manje ngidlala abafana
ngihambe ngishayisa
ngoba ngifun’ uthando el’zovala is’khala sababa
kub’hlungu
ng’zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula?
kub’hlungu
uthi konke akwakhayo kuyabhidlika, kungenxa yakho
[chorus]
kube ngangazi, kube ngangazi mina
ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami
kube ngangazi, kube ngangazi mina
ngangingeke ngik’nike ubuntombi bami
[outro]
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu stickid - мало тебя
- lirik lagu lhugueny - hillary vs trump 2016 presidential debate song
- lirik lagu neriah - thinking bout u*
- lirik lagu summrs - like a river
- lirik lagu dallas smith - singing in a beer
- lirik lagu lil eggsoup - today
- lirik lagu kolg8eight - spooky
- lirik lagu cécile chaminade - si j'étais jardinier
- lirik lagu mhrap - granola
- lirik lagu bohemia - how could you advertise?