lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu siya shezi - iqaba

Loading...

[intro: siya shezi]
sho, sho, sho, sho, sho
ah siya shezi
welele, ilo weqaba (vele)
lo we barbarian, barbaric behavior (aksu noma uban’)
ah deep soweto (mmm kau)
ah king flo on the beat (danki king flo)
shevu upoisen echorus~ini

[verse 1: siya shezi]
vele ngiqaba
esgela amamanners angifundisw~nga (ya)
ngivele ngingene ngingakokotanga okwakho mawungakhiyanga (sho)
angsigate crusher, gate ngiyalijampa angithi vele angimenyw~nga (ya)
ngifike erestaurant, ngidle ngisuthe, ngibhodle ngisuze
ngithathe iserviette ngifinye ng~yo, ngiyibeka еtafuleni (sho)
ngithathe itoothpick nginwaye indlеbe, ngiyibuyisele emlonyeni (ya)
ngidla ispaghetti ngesandla, imforogo elokunwaya ikhanda
ngizok’xaka mase ngisquat~a ngiphuza iwine ngokhamba (aksu noma uban’)
ngi~order ic~cktail emnyama, ’cause we don’t drink pink drinks
ngidribhe iwaitress ing’thele ngec~cktail ngiqale umsindo nenhlamba
ngifuna imanager la, obvious ngeke ngisakgaafa
ngiya~anounce~a mangiyokaka mangibuya ngyahlanza (ugh)
‘kudla okusal’ ebantwini, ngyak’thatha ngzokudla ntambama
ngiyiqaba elingafundanga mara ngihlale nginama~answer (sho)
bathi “siya why uklanka?” ngithi “ilethishu enes’kgama isepokotweni for lamakgata athanda ukung’tapa”
[chorus 1: sthokzo]
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana

[verse 2: siya shezi]
mang’gula angiyi kudokotela, ngigabha ngey’gada, mangithanda ngyachatha
ngamanzi anesunlight ek’hlaza
bathi “uyis’qhaza?” ngithi “cha!”
bathi “uyiqaba?” ngithi “ya!”
ngisazon’klatsa la (ya)
k~masama ngivele ngesuit ney’mbadada
ngidrive~a icressida engenabumper, ngidlala icassette yombhaqanga (aksu noma uban’)
not a gentleman so boswidi ningathi angin’tshelanga
ebumnandini masekubanda nna never ke ofe jersey yaka (never)
“ladies first” le esbhujweni, phela mina ngiqaba (yes)
ngisanok’fohla abocherri abafike k’qala
amaforeplay? le esingamleni, asenze singakhisananga mntwana
stereotyped? vele nginjalo, icoulor epink eyabocherri ,namacici awabocherri and abaocherri abaligqoki ibruko kashezi
ungalinge wenze iphutha ungimeme kini ngizovakasha
ngibhosha kunuke indlu yonke, bese ngiyakhohlwa nok’flush~a
ngidle amacornflakes ngo~four ntambama ntanga, angithi vele angiwajwayelanga
[chorus 2: sthokzo]
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana

[verse 3: siya shezi]
i wanna drink and drive
ngimiswe ikgata locherri, ngilishele, kiss and bribe (swidi)
angikwazi uk’swim~a ngineflow edeep end, i didn’t drown
noma ngisober ngyadelela mina i’m never nice (ya vele)
mawunyey’ngovolo ngik’nik’ ilitshe like “take a bite” (f’tsek)
“madluphuthu lookalike”, ya uyileyotype
ngitshele umrapha weairforce ifake leyonike
mina ngiright ngaleswagger ngifuna imali nemic
ngizothenga ilimelight ifuture yam’ izobabright
bathi i write what i like and i do what i like
ngisak’qala ifight, ngithuke indoda egqoke ijean etight, nje
uyaz’ nginestyle esisnax esingenza ngibe nepride (ya)
ngistraight ngeke ung’thole emshadweni ongena bride
ubuqaba bami buningi budlula obamaqaba ayi nine (yes)
ngifuna abafazi abayi five
noyi one ofundile, angifundise ifork and knife, nje
[chorus 3: sthokzo]
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana
ub’dlakadlaka ub’qaba, bus’phendula amahlaya
busenzisa amahlanya ngalenkulumo yamagama
ngilenja enegazi elibi elibulala imikhaza
isanokuhlafuna amabrak’ abomalume nabashana


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...