lirik lagu sam deep - woza
[intro: orchid musiq]
(sithokozele impilo zethu)
(sithokozele impilo zethu)
[verse 1: orchid musiq]
ngihleli la ngicabanga impilo (impilo), ah yeah
inkinga bezifuna ukungiwisa (fun’ ukungi wisa), ah yeah
unkulunkulu wamuhle njalo
zange azavume ngami
unkulunkulu wamuhle njalo
zange azavume ngami
[pre~chorus: orchid musiq]
ngoba azange asilahle (silahle, sihlale)
yey’ futhi usaphila (usaphila)
ngoba azange asilahle (silahle, sihlale)
yey’ mna ndiyimpilo (mna ndiyimpilo oh)
[chorus: orchid musiq]
ngithi mina ke woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
ngithi mina woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
[post~chorus: orchid musiq]
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozelе, sithokozele)
(sithokozelе)
[chorus: orchid musiq]
ngithi mina ke woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
ngithi mina woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
[verse 2: ciniso]
mase singaqini sibani
sokhala kubani?
soswelisi ubani?
akekho oyo bamba isandla sami
bathi okuhle kuthath’ isikhathi
okunye kunini ngikhathal’ ngisebenza?
akekho nowok’shaya izandla
akekho nowok’shaya izandla
kuvele kube ngathi angenzi lutho
ngoba akekho nowok’shaya izandla
[refrain: ciniso]
kodwa nguwe wedwa
ongenza ngizizwe ngathi kusasa koba ncono
kakho ngizimisele ukuhlala nawe ngik’nike impilo yami
ngijabule njalo
kodwa nguwe wedwa
ongenza ngizizwe ngathi kusasa koba ncono
kakho ngizimisele ukuhlala nawe ngik’nike impilo yami
ngijabule njalo
[post~chorus: orchid musiq]
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele)
[verse 3: ciniso]
mase singaqini sibani
sokhala kubani?
soswelisi ubani?
akekho oyo bamba isandla sami
bathi okuhle kuthath’ isikhathi
okunye kunini ngikhathal’ ngisebenza?
akekho nowok’shaya izandla
akekho nowok’shaya izandla
kuvele kube ngathi angenzi lutho
ngoba akekho nowok’shaya izandla
[refrain: ciniso]
kodwa nguwe wedwa
ongenza ngizizwe ngathi kusasa koba ncono
kakho ngizimisele ukuhlala nawe ngik’nike impilo yami
ngijabule njalo
kodwa nguwe wedwa
ongenza ngizizwe ngathi kusasa koba ncono
kakho ngizimisele ukuhlala nawe ngik’nike impilo yami
ngijabule njalo
[chorus: orchid musiq]
ngithi mina ke woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
ngithi mina woza la woza
woza
sithokozele impilo zethu
[post~chorus: orchid musiq]
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele, sithokozele)
(sithokozele)
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu gifritonbrouk & heroindle - разные (different)
- lirik lagu asherr - get dat bag
- lirik lagu don harvey (folk) - dancing with mike
- lirik lagu mxzi - montagem tomada (tiktok version)
- lirik lagu tartar muzix - on my way
- lirik lagu samuel aaron - to be on your own
- lirik lagu mamixx - onion booty girl
- lirik lagu arcappsland - declaración de guerra
- lirik lagu skytrick & всегдамечтал (vsegdamechtal) - coma
- lirik lagu xcy - goodbye my butterfly