lirik lagu rethabile - hlonipha
[intro]
llanga libalele kwakhanya nakini
ndayibona ndlela idlozi livumile
abantu abadala camagu
llanga libalele kwakhanya nakini
ndayibona ndlela idlozi livumile
abantu abadala camagu
[verse 1]
iyona indlela lena
mabekhuluma nawe ubolalela
isalakutshelwa sibona ngomopho
ngiyashweleza camagu
iyona indlela lena
mabekhuluma nawe ubolalela
iphikankani lifela enkanini
abantu abadala camagu
[chorus]
ukuze intsukuzakho zande
hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
hlonipha umdali, hlonipha abalele
hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
hlonipha umdali, hlonipha abalele
[refrain]
ha ha yee
(she we ye ye)
(she mmmh)
she we ye ye
(shе we ye ye)
(shе mmmh, she mmmh)
[verse 2]
hlonipha umdali
ngabe nganginga mlalelanga umama
mhlambe ngaba angikho
mhlambe ngaba angisekho
ngabe nganginga mlalelanga umama
mhlambe ngaba angikho
mhlambe ngaba angisekho
ngiyazi uzongishisela impepho umama
hayi umama
nani ngasizwa ukulalela umama wami
wathi “mtanami, hlonipha uzokhula”
[chorus]
hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
hlonipha umdali hlonipha abalele
hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
hlonipha umdali hlonipha abalele
[refrain]
she we ye ye
(she mmmh)
she we ye ye
(she we ye ye)
(she mmmh, she mmmh)
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu xpertize - blame
- lirik lagu 山崎 はるか (haruka yamazaki) - ゼンゼントモダチ (completely friends)
- lirik lagu dave's true story - another hit
- lirik lagu romantične boje - bez tebe
- lirik lagu sammy the fish - phantom
- lirik lagu amere jayvon - "panini" freestyle
- lirik lagu stoopidxool - ether
- lirik lagu dave's true story - can't get you out of my system
- lirik lagu flower travellin' band - the sleeping giant (resurrection)
- lirik lagu gibby (pl) - przemierzamy świat