lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu professor (zaf) - baphi

Loading...

uyambona lo, bambiza nge varara eish
intombi zimbiza ngesweedy labo lomgatagata eish
gqoka smart, phashasha eish
upheth’intombi iyamfela leyiphalaphala eish
ugad’ebusuku inkunzi yomgulugutu
buza amaphoyisa bamphethe nge yikhulukutu eish
phethi mali yabuza le yibukubuku eish
impande yesthola yazi ushisa imbulu
inkinga yakhe kazwani nokuthandaza eish
mawuthandaza qopho bakho ngabusaphaza
fede van die one akazange wathandaza
ma’ umtshela ngenkosi vele athi uyaphaphalaza
uyambona manje
nangu uyatatazela
angithi uzwile ukuthi ujesu nangu uyasekela
baphi abanye lab’akade bangifakazela
i hope bazwile ukuthi ujesu nangu uyasekela
baphi abokapadiya nentombi zabo
(ngithi baphi) izinja ezifika emqwabeni namabodlela
(ngithi baphi) baphi abokapadiya nemali zabo
(ngithi baphi) izinja ezingena esontweni namavolovolo
(ngithi baphi) baphi abojezebel namadoda abo
(ngithi baphi) izinja zangidli mali zangolozela
(ngithi baphi) baphi abopalesa n0buhle babo
(ngithi baphi) izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho
angithi nimzele ngama attitude
eish nathi he’s not good
wan’ tshela wathi we gaan ‘n treg
awu he’s back
baphi abokapadiya nentombi zabo
(ngithi baphi)izinja ezifika emqwabeni namabodlela
(ngithi baphi) baphi abokapadiya nemali zabo
(ngithi baphi) izinja ezingena esontweni namavolovolo
(ngithi baphi) baphi abojezebel namadoda abo
(ngithi baphi) izinja zangidli mali zangolozela
(ngithi baphi) baphi abopalesa n0buhle babo
(ngithi baphi) izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho
angithi nimzele ngama attitude
eish nathi he’s not good
wan’ tshela wathi we gaan ‘n treg
awu he’s back
baphi abamubulala
baphi abamuphikayo
baphi abamugwazayo
ngithi baphi abamubulala
baphi abamubulala (sebabulawa amahloni)
baphi abamuphikayo (benza se ngathi abamuboni)
baphi abamugwazayo (yena uyababona)
ngithi baphi abamubulala
angithi nimzele ngama attitude
nathi he’s not good
wan’ tshela wathi we gaan ‘n treg
kunjani manje aw now he’s back
baphi abamubulala (sebabulawa amahloni)
baphi abamuphikayo (benza se ngathi abamuboni)
baphi abamugwazayo (yena uyababona)
ngithi baphi abamubulala
baphi abamubulala
(ngithi baphi) baphi abamuphikayo
(ngithi baphi) baphi abamugwazayo
(ngithi baphi) ngithi baphi abamubulala
baphi abojezebel namadoda abo
izinja zangidli mali zangolozela
baphi abopalesa n0buhle babo
izinja zatholi isiqoqo ngoku wisa umnotho


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...