
lirik lagu nomfundo moh - umathandana
[intro]
lethan’ amanzi ng’phuthumeni
ziyim’ emthumeni
mbuzeni uthi angishonephi? (ngoba eng’limaza nje)
aibo imanxebanxeba inhliziyo
ebengik’thanda ngayo
ngenzeni? uthi ngenze njani?
[verse 1]
maseqal’ imkhuba kuthi
ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale
kuvele kuthi ng’khale
sizobathini abafana?
maseqal’ imkhuba kuthi
ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale
[verse 2]
ng’khulume, ng’khulume k’phele amagama
ng’khale, ng’khale k’phele izinyembezi
leso simo sizodlula kanjani enhlizwеni yami? (sizobathini abafana?)
vuka s’khulume ngitshele
[verse 3]
wе mntanomuntu ngenzeni kuwe ngitshele
we mntanomuntu ngenzeni kuwe ngitshele
we mntanomuntu ngenzeni kuwe ngitshele
we mntanomuntu ngenzeni kuwe
[verse 4]
kuphel’ iy’ndaba uma sikhuluma
ngomathandana wam
kuthi angikhale
kuthi angikhale
kimi kuphel’ iy’ndaba
uma sikhuluma ngomathandana wam
kuthi angikhale
kuthi angikhale
[verse 5]
kancan, kancane amacala dali
ngizokhathala nami
kunini ungihlupha ungihluk~meza (inhliziyo yami imanxebanxeba)
kancane, kancane amacala dali
ngizokhathala nami
kunini ungihlupha ungihluk~meza (inhliziyo yam imanxebanxeba)
[verse 6]
ngoba sifike s’khuluma, s’khuluma, s’khulume (awufun’ ukulalela)
s’khuluma, s’khuluma, s’khulume (awufun’ ukulalela)
sikhulum’ int’eyodwa njalo (ungaphul’ inhliziyo yami)
[verse 7]
ngoba sifike s’khuluma, s’khuluma, s’khulume (awufun’ ukulalela)
s’khuluma, s’khuluma, s’khulume (awufun’ ukulalela)
sikhulum’ int’eyodwa njalo (ungaphul’ inhliziyo yami)
[verse 8]
maseqal’ imkhuba kuthi
ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale
kuvele kuthi ng’khale
sizobathini abafana?
maseqal’ imkhuba kuthi
ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale, ng’khale (ng’khulume, ng’khulume k’phele amagama)
ng’khale, ng’khale k’phele izinyembezi (kuvele kuthi ng’khale)
leso simo sizodlula kanjani enhlizweni yami? (sizobathini abafana?)
vuka s’khulume ngitshele
[verse 9]
awu ngqondo yami ngisuse
kwanhliziyo ngise
uthando lungehlule
ngqondo yami ngisuse
kwanhliziyo ngise
uthando lungehlule
[verse 10]
kungcono ng’thule
ng’vele ng’buke
ngoba vele
you don’t care about my feelings
kungcono ng’thule
ng’vele ng’buke
ngoba vele
you don’t care about my feelings
[outro]
you don’t care about my feelings
you don’t care about my feelings
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu course of fate - sky is falling
- lirik lagu cornelio vega y su dinastía - los novios
- lirik lagu michal leah - reasons
- lirik lagu alfa-centauri - dianoia
- lirik lagu local g & 2degain (rus) - g-town
- lirik lagu s**t kingz - 愛が呆れ果てるまで (until love overflows)
- lirik lagu lucas y banda - si tú te vas
- lirik lagu custard - nice bird (triple j live recording 1997)
- lirik lagu lonlou - i wanna know
- lirik lagu zoran zoka kulina - krala si, krala si