lirik lagu nomfundo moh - ilifa
[intro]
(yeah, you know it)
[verse 1]
zigadle zeph~ka kobaba
kodwa kusefana , not yet uhuru
soth’ umlilo nabafana (bafana bakithi)
sidingida lolu daba
ithiwani inhlupheko engaka ekhaya? (nhlupheko engaka)
nakhu sifa indlala
asambe siye emadolobheni (emadolobheni)
mhlawumbe zingasulw’ izinyembezi zethu (zeminyaka yeh)
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
[verse 2]
ngcebo yethu ikuphi na?
ngicela nisibuyisele (buysele)
umaguya usebenzele
thina bantwana bakhe
kant’ abanye mebemlinde athule du (athule du)
badl’ amandla nezithukuthuku
kunini ef~kuz’ ubaba weth’ ufuze
abase kakhulu basphuca konke usab’ umndeni (eshe)
usab’ umndeni
isith’ esikhulu esegazi
ngizothi ngan’xwayisa nangangizwa
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu sxmpra - cowbell warriors!
- lirik lagu лэп. (lap.) (ru) - антракт (intermission)
- lirik lagu kabát - rumcajs miloval manku
- lirik lagu giant triangle - a broodiest bride soup (demo)
- lirik lagu лэп. (lap.) (ru) - тоска по дому (homesick)
- lirik lagu morgana (deu) - komplett krank
- lirik lagu leon machère - ladyboy
- lirik lagu bennybob - i f .
- lirik lagu luka todorović - zagađenje
- lirik lagu tony davinci - libre