lirik lagu nomfundo moh - bayavuya
[chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[verse 1]
sizam’ im’sebenzi, sihlala kude namakhaya
akukh’ es’ngakwenzi, k~mele ajabule umama
uyangithwala, uyangeseka
imikhuleko yakhe yona iyangihlenga
[pre~chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya~vuya? vuya?
baya~vuya? vuya
baya~vuya? vuya?
baya~vuya? vuya
[verse 2]
ohambweni lwakho mhlobo wam’, ubobuy’ ume
uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
uth’ usahamba ngakho kant’ uyaduka
phela imv’edukile iyafunwa
njengomelusi umzal’ uyokulusa
[pre~chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngizibuze ngawе)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bayaziqhenya ngawe)
[chorus]
baya~vuya? vuya? (bayaziqhеnya ngawe)
baya~vuya? vuya (zibuze mngani wami)
baya~vuya? vuya? (bayavuya na?)
baya~vuya? vuya? (bayavuya na?)
[refrain]
ooh yeah
ooh yeah
tada~ta~ta~ta~tadata
ooh yeah
ooh yeah
tada~ta~ta~ta~tadata
[pre~chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza (ngiyazibuza)
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?” (bajabulile?)
[chorus]
baya~vuya? vuya? (bajabulile?)
baya~vuya? vuya (bayaziqhenya ngawe)
baya~vuya? vuya? (bayaziqhenya ngawe)
baya~vuya? vuya
[pre~chorus]
ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“bavuyil’ abazali na?”
“bavuyile abazali?”
[chorus]
baya~vuya? vuya? (bona bayavuya)
baya~vuya (bayavuya)? vuya (bayavuya)
baya~vuya? vuya (bajabulile na)
baya~vuya? vuya?
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu norazo (노라조) - 슈퍼맨 (superman)
- lirik lagu mikesickflow - ไกลออกไป (far away)
- lirik lagu finn lune - bird of paradise
- lirik lagu josh a - alone with my thoughts
- lirik lagu shyz (rus) - сердцеед (heartbreaker)
- lirik lagu rhythm affair - assassin of love
- lirik lagu kynsy - stereo games
- lirik lagu wealthmasta - blind as a bat
- lirik lagu 240 gang - kaniar (digital squadra)
- lirik lagu dex duda - morrer sozinho