lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ncandweni christ ambassadors - ngizokwenza okusha

Loading...

ngiyanincenga bazalwane, ningazikhumbuli nina
zakudala, ningazindli nangazo
ngiyanincenga bazalwane
ningazikhumbuli zakudala ningazindli
yeyi ngikhuluma nani mlobokazi
ningazikhumbuli, ziyanibambelela
ningazindli nangazo nina

akenibheke okusha
izindlela ehlane
anibuke nina nkosi yami
akenibheke, akenibuke
akenibheke nina haleluya, eyi
akenibheke manje
ngingu jehova igama lami
ngingomdala wezinsuku, ngezokusha

ngimemezela, ngimemezela baba
haleluya, ngingujehova
ngimemezela, ngimеmezela baba
isiphetho еkucaleni nkosi yami
haleluya

liyawukhahlela, liyawukhahlela ihlane
kuyawuphuphuma imithombo yamanzi
ngimemezela, haleluya nkosi yami
ngingujehova
liyawukhahlela, liyawukhahlela ihlane njenge rosi
kuyawuphuphuma imithombo yamanzi
ngimemezela isipheth’ekucaleni
ngingujehova, haleluya
ngimemezela, haleluya
ahhaha, ngingujehova
ngingujehova igama lami
ngimemezela baba
ekucaleni, haleluya
akenibheke
okusha izindlela ehlane lena
ngiyawukwenza okusha
akenibheke mina, akenibheke mina
akenibheke mina, ake nibukele imihlolo
ngimemezela yeha, haleluya

ngingujehova
ngingujehova wemihlolo
ngimemezela ekucaleni
yeyi ngimemezela, haleluya ahha hha
ngingujehova
ngingujehova wemihlolo
ngimemezela isipheth’ekucaleni
ngingujehova ogilimihlolo


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...