lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu mpekzin dasoul - samba kanjani (feat mpekzin)

Loading...

intro

ay camagu , mhh , camagu , ay , ngithi ngyabonga , ay , ngithi camagu, ay camagu

camagu , ngyabonga ukuthi nisas’gcinil’endlini , kulo december sicela sihlangane kube mnandi, cel’izitha nazo zith’ukuhlehla kancane , ay , ngoba umndeni kmele uhlale ujabule noma kanjani , ay camagu, ngyabonga bant’abadala sisal’bona , kush’ukuthi amathuba maningi sisazopopa , ay , kush’ukuthi nomndeni usazohlangana ngelinye , ay, camagu

ay ngbonga nalo thando , lolu oluningi eng’nikwa yilabantu , ay , ngoba lona luyathokozisa lona , ay , lufudumele bayangbonga mina , ay , bath’uyay’sindisa imiphef’mulo yethu wena , ngiyabonga nami , ngithi camagu , camagu nina x2 , ngbonga nalo thando engil’nikwa yilabantu bona , lolu oluningi lona , lolu olufudumele mama , ngiyabonga ey’tradini bayang’thanda ngiyophumelela , camagu nina , ngbonga nina bant’abadala ukuthi nihlezi n’nami , n’hlezi ning’bambe ngesandla ningigadile ng’yabonga nami , camagu nina, ngyabonga mina , camagu nina ay

chorus

samba kanjani, samba kanje , s’thatha abangani , s’bonge nomdali , samba kanjani, samba kanje, s’bonge abaphans’, sphume kanje x6

samba kanjani, samba kanje , s’thatha abangani , s’bongе nomdali , samba kanjani, samba kanje, s’bonge abaphans’, sphume kanjе x4

verse

ay camagu bant’abadala mina, ngiyathokoza kini , izinto zam zizofezeka noma bengavumi (bengavumi) , ngizoy’feza lento noma bengahlala bethini, ay angina ndaba mina lento ngizoy’qhuba nakanjani, ay camagu bant’abadala i talent ngilibonile , ay , indlel’ikhon’ikhonjiwe ikhanyil’isilandiwe , ay , ngyabonga mina ukuthi ning’bambile nin’gadile , ay , asambeni s’yoze sifike nakanjani

chorus

samba kanjani, samba kanje , s’thatha abangani , s’bonge nomdali , samba kanjani, samba kanje, s’bonge abaphans’, sphume kanje x4


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...