lirik lagu mduduzi ncube - isiginci
shwele!!
kukhal’isginci sakho enhlizweniyami
umasumamatheka ngivele ng’zule
ndibon’ubuhle bakho ikhanda lizule
kodwa k’vele kuthi huu uma ng’cabanga ndithand’ intombenhle kangaka
sengicabangile mina ngiyosebenza
w~ngenz’ umuntu ungibona mna ngyakthanda
w~ngenz’ umuntu undibona mna ndiyakthanda
khaw’tshel umama no baba inkomo zikhona (zikhona, zikhona)
seng’shoda ngawe sthandwa sami ngibe yindoda
akekh’ omuny’ onothand’ olunjena
nguwe wedwa sthandwa sam’ enhlizweni yami
anginamali futh’ anginakarri
kodw uthando lwami luyohlala luhlezi kuwe
yingakho ngithi kukhal’ esakho isiginci enhlizweni yami
nengqondo yam’ ihlal’ icinga ngawe (mhh)
kukhal’ isginci sakh’ enhlizweni yami
umasumamatheka ngivele ngzule
ndibon’ ubuhle bakho ikhanda lizule
kodwa kvele kuthi huuuma ng’cabanga ng’thand’ intombenhlekangaka
sengicabangile mina ngiyosebenza
w~ngenz’ umuntu ungibona mna ng’yakthanda
w~ngenz’ umuntu ungibona mna ng’yakthanda (mhh)
olwenkawu gegelagege nongenankom’ uyayidl’ inyama
sizala abantu kodwa siqom’ izinyamazane
ay’nabhas’kidi khuz’emakethe sphalaphala
aawuuu ndon’ yamanz’ ang’namagama
bathi mntanomuntu yaz mangik’bheka kuthi huu
nhliziy’ igcwal uthand’ ivel ishaye ithi guu
shhh ungatshel abant ung~yithi vuu
as’khohlwe onondab’ mabakhulum’ akuthi shu
ngilos’ yami oh themba lami bambo lwami
mntanonomuntu, spononosami ulaviwami
swithi wami, nhliziyo yam’ udali wami
ngak’biza ngawo wonk’ uthanda liph’
nkanyezi yami imizwilili nhliziyo yam’ ikhal’ isginci
sizwa wena wedwa nci,nci,nci asiy’bhimbi
my heartbeat uyaz wen kuthand is’ngisi
ushuni wenkabi i rap woza
mduduzi akukhal’ isginci
kukhal’ isginci sakho enhlizweni yami
umasumamatheka ngivel’ ng’zule
ngibon’ ubuhle bakho ikhand’ lizule
kodwa k’vele kuthi huu uma ng’cabanga ngthanda intombenhlekangaka
sengicabangile bona ngiyosebenza
w~ngenz’ umuntu ungibona mna ngyakthanda
w~ngenz umuntu ungibona mna ngyakthanda
uyakhumbula ngiqal’ ukukbona
nhliziyo yagcwal’
kukhal’ isginci sakho enhlizweni yami
umasumamatheka ngivel’ ng’zule
ngibon’ ubuhle bakho ikhand’ lizule
kodwa k’vele kuthi huu uma ng’cabanga ngthanda intombenhlekangaka
sengicabangile bona ngiyosebenza
w~ngenz’ umuntu ungibona mna ngyakthanda
w~ngenz umuntu ungibona mna ngyakthanda
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu jari$ - independent
- lirik lagu g-don - all in
- lirik lagu nitdoff - rap or die
- lirik lagu sheyman - sampuwa
- lirik lagu amo49 - mietwagen
- lirik lagu sb maffija - droga pani
- lirik lagu dtc (ville) - highs and lows
- lirik lagu fleeting joys - change my sign
- lirik lagu merry delo - m.b.s (millennium baby shit)
- lirik lagu ewan mcvicar - the rhythm