lirik lagu lwah ndlunkulu - ithuba
[intro: lwah ndlunkulu]
(stallion)
(yeah)
ngibong’ ithuba nam’
[pre~chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje, ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngilapha nje, ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[verse 1: lwah ndlunkulu]
izandla zedlu’ ikhanda
uk’bonga kwam’ akwanele
kwande nabanye en’baphakele
kim’ k’yanda ng’zobacobela
ngithi ngibong’ ithub (yeah)
lokung’beletha ngize ngifik’ lana
ngibong’ ithub (ngibong’ ithub), abanye abafiki lana
ngibong’ ithub, enkosini nabakithi abalele
ngibong’ ithub (yeah, mayeh, mayeh)
[pre~chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje (mina), ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[verse 2: siya ntuli]
(woah)
ngibong’ angiphez’
ukubonga kwam’ akwanele nkosi
aw’ konke okuhle nomusa kuyangilandela
ngob’ impilo iyang’vuma (yeah)
oh ngiswel’ imilomo yokubonga ngob’ impilo iyang’vuma
ngikhulekel’ inkonzo yok’zithoba, nok’zehlisa empilwen’ yam’ njalo (njalo)
beng’lokhu ng’sokole njalo (njalo)
kant’ uhlal’ unami nje njalo (njalo)
[pre~chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[outro: siya ntuli]
ngibong’ ithuba
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le, ngibong’ ithuba
ngibong’ ithuba
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu joe tex - funny how time slips away
- lirik lagu kamiqaz - letztes hemd
- lirik lagu drugdealer - someone to love
- lirik lagu illo timo - ningun estres
- lirik lagu hükema - şüphe tek gerçektir
- lirik lagu sogdee - outro
- lirik lagu underaiki - what
- lirik lagu reaper (edm) - imy
- lirik lagu hükema - delirmen gerekir, ayaklarım zorlar
- lirik lagu ned shark - food chain 2