
lirik lagu lu dlamini - baba wami
[verse 1]
baba ngamukele nginje njenje
ngizamil’ ukuphenduka
ngizamile ngehlulekile mangingedwa
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi…
[verse 2]
baba bakhuluma kabi ngam
yilezintw’ engizenzayo
yilezindlel’ engizihambayo
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lеlo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
hayi lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukеle nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
wee baba wami, wee baba wami
wee baba wami
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu t clipse - delay
- lirik lagu rust - once in seven surveyed
- lirik lagu big wilz - make u smile
- lirik lagu zaxco - west bekasi
- lirik lagu vitić - na mene
- lirik lagu tsukiinkling - #torturetim
- lirik lagu wezaa - dream
- lirik lagu danny o'keefe - saturday morning
- lirik lagu juvenile baby - do the most
- lirik lagu scarlet city - hollow