
lirik lagu linda - ngam'thanda umuntu
lo sisi ngimbon’zolo
edlula ngasekhaya
ehamba naba ngan’bakhe
kwavele kwajama inqondo
ngaphathwa nayi khanda
kw-ngathi ngiyasangana
weeh bant’akenishoni
nake nayibon’int’enjena
ngam’thanda umuntu
ngical’uk-mbona
ngam’thanda umuntu
ngifis’uk-m’lobola
ngam’thanda umuntu
ngical’uk-mbona
ngam’thanda umuntu
ngifis’uk-m’lobola
webant’abadala
akeningi xocele
yake yakhona inte’njena emandulo
losisi angimazi ngish’igama
kodw’enhlizweni usegcwele
weeh bantu ngitjeleni
yake yakhona inte’njena
ngam’thanda umuntu
ngical’uk-mbona
ngam’thanda umuntu
ngifis’uk-m’lobola
ngam’thanda umuntu
ngical’uk-mbona
ngam’thanda umuntu
ngifis’uk-m’lobola
ngyamthandahh lo sisi
ngifun’ukuba naye
ngam’thanda umuntu
ngical’uk-mbona
ngam’thanda umuntu
ngifis’uk-m’lobola aahh
mhhmhh…
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu danny brown - dance in the water
- lirik lagu mc bigo - sofrimento eterno
- lirik lagu كاظم الساهر - المحكمة
- lirik lagu solange - scales
- lirik lagu les boules de feu - la chatte à la voisine
- lirik lagu beach boii - fantasy
- lirik lagu jeroen van koningsbrugge - sorry
- lirik lagu dani j - quitémonos la ropa
- lirik lagu jorge cordero - vals de las mariposas
- lirik lagu stadtlichters - kesselkinder