lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu lem – luningi (feat. ziey)

Loading...

mana lapho ndoda thath’ ithemba lakho ulibeke kimi
ngob’ uyabona ayikho enye indawo elufanele yimi
aw mana lapho ndoda thath’ ithemba lakho ulibeke kimi

ngoba uyabona ayikho enye indawo elufanele yimi
ukub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile
kub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile
ukub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile
kub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile

ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona
ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona

you’re my ride or die, bath’ uthando lunamanga banamanga ungowami
this’ according to the bible phela nguw’ ubambo lwami
bamb’ isandla sami, lemme treat you super nice
yek’ ulova akubonis’ impilo, wanna put you in designer
nongathandi uyoze athande ey
we will end in marriage not in tears, i’m just definite
the beauty in your eyes girl, you deserve an accolade
baby you’re the goddess angisafuni omunye no
kub’ uthando luyabulala ngabe angisekho i swear to god
ngob’ ungithanda ngingenalutho while i put my hustle on

ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona
ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona
ukub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile
kub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile

ngizofonel’ abakini ngibabuze bafuna malini
i’ll pay that price in double, ngifuna ukukubona emagcekeni akithi
phela wen’ uyisithandwa sami umuntu wamaphupho ami
lon’ engihlekisana naye when the world is no more fun
you’re my motivation wen’ ungenza ngivuke ngi push’ passion
i like your dedication you build me up noma ngibhedile ah
ngath’ umdali uvumile we stay in love sebebhejile
smooth criminal untshonsth’ inhliziyo yami
i don’t know ngenzenjani ngathi kuzokikiz’ u aunt
kujabhe wonk’ ongathandi ngoba ngizokwenz’ umkami

ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona
ngoba luningi luningi luningi uthando onginika lona
ukub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile
kub’ uthando luyabulala ngabe nami sengifile


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...