lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu deë 2094 - abantu

Loading...

nakhu sijikelwa ngumuntu s’phila naye
(hawu ngoba umuntu)
kade sinaye izolo lokhu s’gijima naye
(incwadi engafundeki umuntu)
ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu
(incwadi engafundeki umuntu)
ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu, hayi
(incwadi engafundeki umuntu)

nakhu sijikelwa ngumuntu s’gijima naye
(hawu ngoba umuntu)
kade sinaye izolo lokhu s’phila naye
(incwadi engafundeki umuntu)
ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu
(incwadi engafundeki umuntu)
ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu, hayi
(incwadi engafundeki umuntu)
ngeke umthinte umuntu (ngob’ uya~)
ngoba uyajika umuntu (waze way’~)
waze wayinkinga umuntu
wathola imali encane, washintsha umuntu (manje uya~)
manje uyaspina ubhuti
talkin’ that “k’dala ngak’gcina bru” (actin’ like)
actin’ like we are cool
but you know you owe me two stina bru

yazi bazok’dina bo, bazok’sanganisa
hey abantu banamanga, bazok’lahlekisa
ungang’boni ngingaphandle, ngcono ng’hlale endlini
smokin’ my godd~mn weed!
kodwa asiyеke
ngoba ngeke bеnze lutho, ngeke bang’tshele
ubaba wathi kimi mawuyindoda ubozimela
ubabuze ekasi, umfan omncane ingagamela
angithi wena uyi~kleva?

ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu, hayi
(incwadi engafundeki umuntu)
ngoba hayi umuntu, hayi umuntu
(hawu ngoba umuntu)
yaz’ umuntu, hayi
(incwadi engafundeki umuntu)
umuntu uk’jikela njengothswala esiswini
angak’jikela nasemini
yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please
ngiyak’cela, please
umuntu uk’jikela njengothswala esiswini
angak’jikela nasemini
yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please
ngiyak’cela, please

ungamthanda umuntu
kodwa ungamthembi umuntu
hayi uyashintsha umuntu
ingakho ubomsaba umuntu, yeah
ubomsaba umuntu
ungamthembi umuntu


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...