lirik lagu dbn gogo & cornelius - mdali
[verse 1]
ungasus’ isandla sakho
kimi baba
ungasus’ amehlo akho
kimi baba
kukho konke engiyikona
ngibonga wena mdali
ungathath’ uthando iwakho
ngizophel’ amandla
[chorus]
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
ayikh’ end’ indlela
ngaphandle kwakho
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
busa, busa
ingunaphakade
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
ayikh’ end’ indlela
ngaphandle kwakho
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibhеka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibhеka kuwe mdali)
busa, busa
ingunaphakade
[verse 2]
ungathathi uthando iwakho
kimi baba
ungigcine ngiphephile
ungasus’ umusa wakho
kimi baba
kukho konke engiyikho
ngibonga wena mdali
ungathath’ uthando iwakho
ngizophel’ amandla
yeah siyashweleza somandla
[chorus]
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
ayikh’ end’ indlela
ngaphandle kwakho
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
busa, busa
ingunaphakade
z’khala kuwe mdali (z’khala kuwe, z’khala kuwe)
zibheka kuwe mdali (zibheka kuwe, zibheka kuwe mdali)
[verse 3]
ayikh’ eny’ indlela
ngaphandle kwakho
thatha i’dvumo iwakho
mnini mandla wonke
ngibhekise mehlo ami
lapho lusito iwami luvela khona
ngabe lusito iwami luvelaphi na?
luvela kuwe somandla
sonini nanini, mvelinqangi
ngibonga wena mdali
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu quez4real - sanchez
- lirik lagu buitruonglinh - nếu em còn đợi anh
- lirik lagu mira (usa) - cloudy
- lirik lagu girlfriends - the worst
- lirik lagu neil young & crazy horse - cortez the killer (live rust bucket)
- lirik lagu charlotte brandi - der ekel
- lirik lagu seizur - a toute vitesse
- lirik lagu yungzone - dawama
- lirik lagu bsw - félek
- lirik lagu the altogether - the way she left