lirik.web.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu danya devs - esbukweni

Loading...

[chorus]
mawuzibuka esbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami?
mawuzibuka esbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami? (asambe, yeah yeah)

[verse 1]
abafana nawe abasadaleki
umzimba wakho ibhodlela le champagne
ngaphandle kwakho impilo aying’caceli
ngelosi yami yezulu uyang’washa
mang’ phethe wena bayakhala endaweni
ubuhle bakho into engachazeki
nhliziyo yami ishumayela ivalngeli
ngelosi yami yezulu uyang’washa
umhlophe njenge shidi lase hotel~a
ay wena uhamba ngathi uya model~a
konke ok’funwą nguwе ngizok’shopela
lalela dale
[chorus]
mawuzibuka еsbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami?
mawuzibuka esbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami? (asambe, yeah yeah)

[verse 2]
abafana nawe abasadaleki
nhliziyo yami icula njengo shandesh
mak’khanya wena kunyamalala inkanyezi
ngelosi yami yezulu uyang’washa
umhlophe njenge shidi lase hotel~a
ay wena uhamba ngathi uya model~a
konke ok’funwa nguwe ngzok’shopela
lalela dale

[chorus]
mawuzibuka esbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami?
mawuzibuka esbukweni
tshela mina ubonani
ngabe uyal’bona ubambo lami?
isthandwa sami?
iphakade lami?


Lirik lagu lainnya:

LIRIK YANG LAGI HITS MINGGU INI

Loading...