lirik lagu caponit - flow encane
verse
•
beba ng’funa ama feature
nga rejector ngatholi intwane ncane/
bafuna uk’bloma nami nga
gabha ngadonsi intwana encane/
ng’dedeli khukhula bona
bang’zela nge flow encane/
bafuna uk’thusa thina maw’thuya
bheka inja yakhona incane/
•
bow’zamuk’ khomba bani
mawng’zela nges’fuba nyana escane/
ng’sonse nges’cima, maw’bheka so…
lanu yintwana encane/
ukuthi lento ng~yenza kakhulu
sek’sele kancane/
you can never step on my shoes…
ngale nyawo el’cane/
•
uk’hlala phansi ng’bhale le rap
ngacala ng’sese mcane/
from es’gela ng’bhala ma~verse
ng’bakopise kancane/
ngathi ngcelu ngiphi sixteen
w~ng’rephela ka encane/
mina ng’bone lapho ukuthi
lonu ngenzela kancane/
•
if aw’ngizwa kahle
le volumn i~uvulele kancane/
or us’bambisise leso stulo
usondeze kancane/
uvuli iindlebe nawe uzongizwa
mang’rapper nje kancane/
ng’phethi intwana yam
baba lan ungas’thathi kancane/
•
lentwana bay’saba
kakhulu boy ~”i kid you not/
indlela yami yok’bamba le~pen
ifanise no god/
ezami z’hambele moyena
njenge astronaut/
i~flow inzima ibhakede
el’gcwela manzi namatshe akhona/
•
aw’thi ngiy’phinde futhi ng’rhyme
ngale game el’cane/
ng’cedele le verse ukuze
nonke ‘ningang’thathi kancane/
kubo akekho obhala kanje
abafana bancane/
bhala phansi uthathi skhathi
sakho ungas’thathi kancane/
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu the smashing pumpkins - cherry (bt 2012 mix)
- lirik lagu ivardensphere - stygian (cyanotic remix)
- lirik lagu tha aadity - got it
- lirik lagu idealina - я это ты, но я другой (i am you, but i am different)
- lirik lagu jaco jaco - frankford el
- lirik lagu lil melo - young love
- lirik lagu 1oneam - wtm
- lirik lagu caleb and kelsey - silent night (holy child)
- lirik lagu naskas - inziva
- lirik lagu violet days - save your sadness